Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJeremiya 51:45 - Contemporary Zulu Bible 2024

45 Bantu bami, phumani kulo futhi nisindise, kube yilowo nalowo umphefumulo wakhe olakeni lukaJehova.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

45 “Phumani phakathi kwalo, bantu bami, nizikhulule, kube yilowo nalowo ekufuthekeni kwentukuthelo kaJehova.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

45 “Phumani kulo, bantu bami, kube yilowo nalowo asindise impilo yakhe olakeni lukaSimakade oluvuthayo.

Gade chapit la Kopi




UJeremiya 51:45
13 Referans Kwoze  

Ngase ngizwa elinye izwi livela ezulwini, lithi: “Phumani kuyo, bantu bami, ukuze ningahlanganyeli ezonweni zayo, nokuze ningamukeli okwezinhlupho zayo.


Balekani eBabele, nisindise, kube yilowo nalowo umphefumulo wakhe; ngoba kuyisikhathi sempindiselo kaJehova; uzayibuyisela kuye.


Phumani eBhabhiloni, nibalekele amaKaledi, nimemezele ngezwi lokuhlabelela, nikumemezele, nikumemezele emikhawulweni yomhlaba; anothi: UJehova uhlengile inceku yakhe uJakobe.


Ngalokho phumani phakathi kwabo, nahlukane nabo, isho iNkosi, ningathinti okungcolileyo; futhi ngizokwamukela,


Wafakaza nangamanye amazwi amaningi, wabayala wathi: “Zisindiseni kulesi sizukulwane esiphambeneyo.


Sukani phakathi kweBhabhiloni, nimuke ezweni lamaKaledi, nibe njengezimbuzi phambi komhlambi.


Wakhuluma ebandleni, wathi: “Sukani ematendeni alaba bantu ababi, ningathinti lutho lwabo, funa nibhubhe ezonweni zabo zonke.”


Zisindise, Ziyoni, ohlala nendodakazi yaseBabele.


Nina eniphunyukileyo enkembeni, hambani, ningami; cabangani ngoJehova nisekude, iJerusalema likhuphuke emicabangweni yenu.


Besiyakuphulukisa iBabele, kepha aliphulukisanga; mshiyeni, sihambe, yilowo nalowo aye ezweni lakubo, ngokuba ukwahlulelwa kwalo kufinyelele ezulwini, kukhuphukele ezulwini.


Izwi lababalekiyo nababalekayo ezweni laseBabele, ukuba bamemezele eSiyoni impindiselo kaJehova uNkulunkulu wethu, impindiselo yethempeli lakhe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite