Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJeremiya 51:40 - Contemporary Zulu Bible 2024

40 Ngiyakubehlisela ekuhlatshweni njengamawundlu, njengezinqama nezimpongo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

40 “Ngiyakubehlisela ekuhlatshweni njengamawundlu, njengezinqama nezimpongo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

40 “Ngiyakubehlisa bayohlatshwa njengamawundlu, nanjengezinqama nezimpongo.

Gade chapit la Kopi




UJeremiya 51:40
6 Referans Kwoze  

Hlabani zonke izinkunzi zalo; mabehlele ekuhlatshweni; maye kubo! ngoba usuku lwabo selufikile, isikhathi sokuhanjelwa kwabo.


Niyakudla inyama yamaqhawe, niphuze igazi lezikhulu zomhlaba, ngelezinqama, nelamawundlu, nelezimbuzi, nezinkunzi, zonke ezikhuluphalisiweyo zaseBashani.


Inkemba kaJehova igcwele igazi, ikhuluphaliswe ngamanoni, nangegazi lamawundlu nelezimbuzi, namanoni ezinso zezinqama; ngoba uJehova unomhlatshelo eBhozira nokuhlaba okukhulu ezweni lakwa-Idumiya.


Yebo, ngenxa yakho siyabulawa usuku lonke; sibalwa njengezimvu ezihlatshiweyo.


Kepha ababi bayakubhubha, izitha zikaJehova zinjengamanoni amawundlu; ziyakuqeda ngomusi.


UMowabi uphangiwe, wakhushulwa emizini yakhe, nezinsizwa zakhe ezikhethiweyo ziyile ekubulaweni, isho iNkosi egama layo linguJehova Sebawoti.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite