Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJeremiya 51:26 - Contemporary Zulu Bible 2024

26 Abayikuthatha kuwe itshe legumbi noma itshe lesisekelo; kepha uyakuba yihlane kuze kube phakade,” usho uJehova.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

26 Abayikuthatha kuwe itshe legumbi netshe lesisekelo, ngokuba uyakuba yincithakalo kuze kube phakade,” usho uJehova.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

26 Abayukuthatha kuwe itshe legumbi netshe lesisekelo, ngokuba uyakuba yincithakalo, kuze kube phakade,” kusho uSimakade.

Gade chapit la Kopi




UJeremiya 51:26
10 Referans Kwoze  

Imizi yakhe iyihlane, izwe elomileyo nehlane, izwe okungahlali muntu kulo, kungekho ndodana yomuntu edabula kulo.


IBhabhele liyakuba yizinqwaba, indawo yokuhlala izimpungushe, nesimangaliso, nokunyenyeza, kungahlali ohlala khona.


Izwe liyothuthumela futhi lilile, ngoba yonke inhloso kaJehova iyofezwa ngokumelene neBhabhiloni ukwenza izwe laseBhabhiloni libe yihlane elingenamuntu.


Ngiyakuyenza ibe yifa lamagxolo ababayo namachibi amanzi; futhi ngokuqinisekile ngiyolishanela kanye nesilo esibhubhisayo,” kusho uJehova Sebawoti.


“Kuyakuthi lapho iminyaka engamashumi ayisikhombisa isiphelile, ngiyakuhambela inkosi yaseBabele nalesi sizwe,” usho uJehova, “ngenxa yobubi babo nezwe lamaKaledi, ngilenze incithakalo kuze kube phakade.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite