Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJeremiya 51:17 - Contemporary Zulu Bible 2024

17 Wonke umuntu uyazidla ngokwazi kwakhe; bonke abakhandi bajabhiswa ngesithombe esibaziweyo, ngokuba izithombe zabo ezibunjiweyo zingamanga, nomoya awukho kuzo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 “Bonke abantu bayiziphukuphuku, abanakwazi, bonke abakhandi bajabhiswa nezithombe zabo ezibaziweyo, ngokuba izithombe zabo ezibunjiweyo zingamanga, nomoya awukho kuzo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

17 “Bonke abantu bayiziphukuphuku, abanalwazi; bonke ababumbi bathelwe ngehlazo, nezithombe zabo ezibunjiweyo ziyinkohliso; azinamphefumulo.

Gade chapit la Kopi




UJeremiya 51:17
12 Referans Kwoze  

Wonke umuntu unesibindi ekwazini kwakhe; bonke abakhandi bajabhiswa ngesithombe esibaziweyo, ngokuba izithombe zabo ezibunjiweyo zingamanga, nomoya awukho kuzo.


UJehova wabuka esezulwini abantwana babantu ukuba abone ukuthi ukhona yini oqondayo nofuna uNkulunkulu.


Memezelani phakathi kwezizwe, nimemezele, nimise ibhanela; memezelani ningafihli; anothi: IBabele linqotshiwe, uBeli ujabhile, uMerodaki uchotshoziwe; izithombe zalo zijabhile, izithombe zalo zichotshoziwe.


Abazenzayo bafana nazo; banjalo bonke abathembela kuzo.


Zinemilomo, kepha azikhulumi; banamehlo, kepha ababoni.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite