Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJeremiya 50:43 - Contemporary Zulu Bible 2024

43 Inkosi yaseBabele yezwa umbiko ngabo, izandla zayo zaxega;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

43 Inkosi yaseBabele izwile udumo lwabo, izandla zayo zaba buthakathaka; usizi luyibambile, nemihelo njengeyobelethayo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

43 Inkosi yaseBhabhele izwile ngodumo lwabo, izandla zayo zaba buthakathaka; usizi luyibambile, nemihelo njengeyobelethayo.

Gade chapit la Kopi




UJeremiya 50:43
8 Referans Kwoze  

Esinye isigijimi siyakuhlangana nesinye, nesithunywa sihlangane nesinye, ukwazisa inkosi yaseBabele ukuthi umuzi wayo uthathiwe nganxanye,


IDamaseku yaba buthakathaka yaphenduka ukuba ibaleke; usizi nosizi lwambamba njengobelethayo.


Bheka, uyokhuphuka andize njengokhozi, elulele amaphiko akhe phezu kweBhozira, futhi ngalolo suku inhliziyo yamaqhawe akwa-Edomi iyoba njengenhliziyo yowesifazane ezindleleni zakhe.


Sizwile umbiko ngakho: izandla zethu zibuthakathaka; sibanjwe usizi nobuhlungu njengobelethayo.


Manje niyabuza, nibone, uma umuntu ekhulelwa? Kungani ngibona wonke amadoda ebeke izandla zawo okhalweni njengobelethayo, nobuso bonke buphaphathekile?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite