Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJeremiya 50:12 - Contemporary Zulu Bible 2024

12 Unyoko uyakuba namahloni kakhulu; uyakujabha owakuzalayo; bheka, ekugcineni kwezizwe kuyakuba yihlane, izwe elomileyo, nogwadule.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 unyoko uyakujabha kakhulu, owangizalayo ayangaze; bheka, uyakuba ngesokugcina sezizwe, ihlane, nomhlabathi owomileyo, nogwadule.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

12 kodwa unyoko owakuzalayo uyakujabha kakhulu, ayangaze. Bheka, uyakuba yisizwe sokugcina, ihlane, umhlabathi owomileyo, nogwadule.

Gade chapit la Kopi




UJeremiya 50:12
17 Referans Kwoze  

Imizi yakhe iyihlane, izwe elomileyo nehlane, izwe okungahlali muntu kulo, kungekho ndodana yomuntu edabula kulo.


Ebunzini lakhe kwakulotshwe igama eliyimfihlakalo, iBhabhiloni ENKULU, UNINA WEZIFEBE NOWAZINYANYAYO ZOMHLABA.


Kodwa iJerusalema eliphezulu likhululekile, elingumama wethu sonke.


Ngalokho bheka, izinsuku ziyeza, usho uJehova, engiyakuhlaba umkhosi wempi eRaba labantwana bakwa-Amoni; liyakuba yinqumbi eyincithakalo, namadodakazi alo ashiswe ngomlilo; u-Israyeli uyakuba yindlalifa yendlalifa yakhe,” usho uJehova.


Futhi wonke amakhosi asenyakatho, kude naseduze, omunye nomunye, futhi yonke imibuso yezwe esemhlabeni, nenkosi yaseSesaki iyophuza emva kwabo.


“Kuyakuthi lapho iminyaka engamashumi ayisikhombisa isiphelile, ngiyakuhambela inkosi yaseBabele nalesi sizwe,” usho uJehova, “ngenxa yobubi babo nezwe lamaKaledi, ngilenze incithakalo kuze kube phakade.


Kukhona izwe lamaKaledi; lesi sizwe sasingekho, i-Asiriya laze lasimisela ukuba sibe ngabakhileyo ehlane; bamisa imibhoshongo yakhe, bamisa izigodlo zakhe; futhi wayichitha.


Ngokuba ngiyakubavukela, usho uJehova Sebawoti, nginqume eBabele igama, nensali, nendodana, nomshana, isho iNkosi.


Usho kanje uJehova ngabo bonke abakhelwane bami ababi abathinta ifa engalinika abantu bami u-Israyeli ifa; Bheka, ngiyakubasiphula ezweni labo, ngiphule indlu yakwaJuda phakathi kwabo.


Owazala abayisikhombisa uyabuna; waphela umoya; ilanga lakhe lashona kusesemini; wema enamahloni, wema enamahloni; insali yabo ngiyakuyinikela enkembeni phambi kwezitha zabo,” usho uJehova.


Ngokuba usho kanje uJehova endlini yenkosi yakwaJuda, uthi: “UyiGileyadi kimi nenhloko yeLebanoni; nokho impela ngiyakukwenza ugwadule nemizi engahlalwa muntu.


Ngalokho bheka, izinsuku ziyeza lapho ngiyakwahlulela khona izithombe ezibaziweyo zaseBabele; izwe lakhe lonke liyakuba namahloni, bonke ababuleweyo bakhe bawe phakathi kwalo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite