Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJeremiya 5:27 - Contemporary Zulu Bible 2024

27 Njengendlwana yezinyoni igcwele izinyoni, kanjalo izindlu zabo zigcwele inkohliso; ngakho-ke baba bakhulu futhi baceba.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

27 Njengendlwana yezinyoni igcwele zona, kanjalo izindlu zabo zigcwele inkohliso; ngalokho bakhulile, bacebile.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

27 Njengendlwana yezinyoni igcwele izinyoni, kanjalo izindlu zabo zigcwele inkohliso; bakhulu, banothile.

Gade chapit la Kopi




UJeremiya 5:27
14 Referans Kwoze  

Sasesimemeza ngelizwi elilamandla, sisithi: Liwile, iBhabhiloni elikhulu, njalo selibe yindawo yokuhlala amadimoni, lenqaba yabo bonke omoya abangcolileyo, lesibaya senyoni zonke ezingcolileyo lezizondekayo.


Ngokuba abakhileyo eMaroti babelindele okuhle, kepha okubi behla bevela kuJehova beza esangweni laseJerusalema.


Indawo yakho yokuhlala iphakathi kwenkohliso; ngenkohliso bayala ukungazi, usho uJehova.


Kungani laba bantu baseJerusalema behlehliswa ukuhlubuka kwaphakade? babambelele enkohliso, bayala ukubuya.


Uqinisile, Jehova, lapho ngiphikisana nawe; ake ngikhulume kuwe ngezahlulelo zakho: kungani indlela yababi iphumelela? kungani bejabula bonke abenza ngokukhohlisa na?


Ngalolo suku ngiyophinde ngijezise bonke abeqa embundwini, abagcwalisa izindlu zamakhosi abo ngobudlova nangenkohliso.


Amathende abaphangi ayaphumelela, labo abaklolodela uNkulunkulu bavikelekile; okugcwele esandleni sabo uNkulunkulu.


UJehova uyakungena ekwahluleleni namalunga abantu bakhe nezikhulu zakhe, ngokuba nisidlile isivini; impango yabampofu isezindlini zenu.


Mina-ke, nginguJehova uNkulunkulu wenu kwasezweni laseGibithe, ngisazakunihlalisa emadokodweni njengasezinsukwini zemikhosi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite