Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJeremiya 5:13 - Contemporary Zulu Bible 2024

13 Abaprofethi bayakuba ngumoya, nezwi alikho kubo; kuyakwenziwa kanjalo kubo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Abaprofethi bayakuba ngumoya, akakho okhulumayo kubo; kuyakwenziwa kanjalo kubo.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

13 Abaphrofethi baphenduke umoya nje, alikho izwi kubo; ngakho-ke makwenziwe kanjalo kubo.”

Gade chapit la Kopi




UJeremiya 5:13
13 Referans Kwoze  

Ngalokho usho kanje uJehova ngabaprofethi abaprofetha egameni lami, ngingabathumanga, bathi: ‘Akuyikubakho inkemba nendlala kuleli zwe; Labo baprofethi bayoqedwa ngenkemba nangendlala.


Ngase ngithi: “Awu, Nkosi Jehova! bheka, abaprofethi bathi kubo: Aniyikubona inkemba, futhi aniyikuba nendlala; kodwa ngiyakuninika ukuthula okuqinisekileyo kule ndawo.


Koze kube nini ukhuluma lezi zinto? Koze kube nini amazwi omlomo wakho enjengomoya onamandla?


Izinsuku zokuhanjelwa sezifikile, izinsuku zokuphindisela sezifikile; U-Israyeli uyakukwazi lokhu: Umprofethi uyisiwula, nomuntu ongokomoya uyahlanya, ngenxa yobuningi bobubi bakho nenzondo enkulu.


Phakathi neminyaka emibili egcweleyo ngiyobuyisela kule ndawo zonke izitsha zendlu kaJehova uNebukadinesari, inkosi yaseBhabhiloni, azithatha kule ndawo waziyisa eBhabhiloni.


Base bethi: “Wozani sicebe amacebo ngoJeremiya; ngokuba umthetho awuyikubhubha kumpristi, neseluleko sohlakaniphileyo nezwi lomprofethi. Wozani simshaye ngolimi, singanaki amazwi akhe.


Ingabe uphakamisa ukusola amazwi nezinkulumo zomuntu ophelelwa ithemba, okunjengomoya?


Kodwa baziklolodela izithunywa zikaNkulunkulu, bawadelela amazwi akhe, bathuka abaprofethi bakhe, kwaze kwafika intukuthelo kaJehova ngabantu bakhe, kwaze kwangabangakho ukuphulukiswa.


Ozincoma ngesipho samanga unjengamafu nomoya okungenamvula.


Bheka, bonke bayize; imisebenzi yabo iyize, izithombe zabo ezibunjiweyo zingumoya nesiphithiphithi.


Umoya uyakuqeda bonke abelusi bakho, nezithandwa zakho ziya ekuthunjweni; impela lapho uyakuba namahloni, ube namahloni ngabo bonke ububi bakho.


U-Azariya indodana kaHoshaya noJohanani indodana kaKhareya nawo onke amadoda azidlayo bathi kuJeremiya: “Ukhuluma amanga; uJehova uNkulunkulu wethu akakuthumanga ukuthi uthi: Ningayi eGibithe ukuba nigogobale khona.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite