Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJeremiya 49:30 - Contemporary Zulu Bible 2024

30 Balekani, nihambe niye kude, nihlale ekujuleni, nina enakhileyo eHasori,” usho uJehova; ngoba uNebukadinesari inkosi yaseBhabhiloni wenze icebo ngani futhi ucebe icebo ngani.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

30 “Balekani, nizulazulele kude, nihlale ezigoxini nina bakhileyo eHasori,” usho uJehova, “ngokuba uNebukadinesari, inkosi yaseBabele wenze amasu ngani, waceba amacebo ngani.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

30 “Bhembulukani nibaleke, nizulazule kude, nicashe emigedeni, nina zakhamuzi zaseHazori, kusho uSimakade; ngokuba uNebukhadinezari, inkosi yaseBhabhele, wenze icebo ngani; unakhele uzungu, waceba icebo,” kusho uSimakade.

Gade chapit la Kopi




UJeremiya 49:30
4 Referans Kwoze  

Manje senginikele wonke lawa mazwe esandleni sikaNebukadinesari, inkosi yaseBabele, inceku yami; nezilwane zasendle ngamnika ukuba zimkhonze.


Bhekani, ngiyakuthuma, ngithabathe zonke izizwe zasenyakatho, usho uJehova, noNebukadinesari, inkosi yaseBabele, inceku yami, ngizilethe phezu kwaleli zwe, naphezu kwabakhileyo kulo, naphezu kwazo zonke lezi zizwe ezizungezile, Uyobashaya ngesiqalekiso, abenze isimangaliso, inhlekisa, incithakalo kuze kube phakade.


Kodwa akaqondile, nenhliziyo yakhe ayicabangi kanjalo; kodwa kusenhliziyweni yakhe ukungabhubhisi nokuqothula izizwe ezimbalwa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite