Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJeremiya 48:9 - Contemporary Zulu Bible 2024

9 Nika uMowabi amaphiko ukuba abalekele, aphunyuke; ngoba imizi yakhe izakuba yinkangala, kungahlali muntu kuyo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Nikani uMowabi amaphiko, ngokuba uyakundiza, aphume; imizi yakhe iyakuba yincithakalo, kungabikho osahlala kuyo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

9 Nikani uMowabi amaphiko, ngokuba uyakundiza, aphume; imizi yakhe iyakuba yincithakalo, kungabi bikho ohlala kuyo.

Gade chapit la Kopi




UJeremiya 48:9
8 Referans Kwoze  

Nina enakhileyo kwaMowabi, shiyani imizi, nihlale edwaleni, nibe njengejuba elakha isidleke salo emaceleni omlomo womgodi.


Ngokuba njengenyoni ezulazulayo elahliwe esidlekeni, ayakuba njalo amadodakazi akwaMowabi ngasemifuleni yase-Arinoni.


Kumholi wokuhlabelela. Ihubo likaDavide. Ngiyethemba uJehova; nisho kanjani emphefumulweni wami ukuthi: “Balekela entabeni yakho njengenyoni na?


Owesifazane wanikwa amaphiko amabili okhozi olukhulu, ukuze andizele ehlane, endaweni yakhe, lapho ondliwa khona isikhathi, nezikhathi, nenxenye yesikhathi, kude nobuso benyoka.


Ngalokho kuphila kwami, usho uJehova Sebawoti, uNkulunkulu ka-Israyeli, isibili, uMowabi uyakuba njengeSodoma, nabantwana bakwa-Amoni njengeGomora, okuzala amakhakhasi neziphethu zikasawoti, kube yincithakalo ephakade, insali yabantu bami. Bayoziphanga, futhi insali yabantu bami iyoba ifa.


O ndodakazi ohlala eGibhithe, zilungiselele ukuya ekuthunjweni, ngoba iNofi lizakuba yihlane eliyincithakalo, lingabi lamuntu ohlala khona.


Ngase ngithi: “O, ukube benginamaphiko njengejuba! ngoba bengizondiza ngihambe ngiphumule.


ukuze uJehova angabe esakwazi ukukuthwala ngenxa yobubi bezenzo zenu nangenxa yezinengiso enazenzayo; ngalokho izwe lenu liyihlane, nesimangaliso, nesiqalekiso, alinamuntu ohlala khona, njenganamuhla.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite