Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJeremiya 48:42 - Contemporary Zulu Bible 2024

42 UMowabi uyakuchithwa angabi yisizwe, ngokuba uzikhukhumezile kuJehova.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

42 UMowabi uyakuchithwa, angabe esaba yisizwe, ngokuba uzikhukhumezile kuJehova.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

42 UMowabi uyobhujiswa, angabe esaba yisizwe, ngokuba uzikhukhumezile kuSimakade.

Gade chapit la Kopi




UJeremiya 48:42
14 Referans Kwoze  

Akusayikuba khona ukudunyiswa kwaMowabi; eHeshiboni bacebe okubi ngaye; wozani silinqume esizweni. Futhi uyakunqunywa, Madmen; inkemba iyakukusukela.


Ngubani omthukile, wamhleba? Uphakamisele bani izwi lakho, uphakamisele amehlo akho phezulu, na? ngisho ngokumelene noNgcwele ka-Israyeli.


Ngokuba inhloko yama-Aramu yiDamaseku, nenhloko yeDamaseku nguResini; phakathi kweminyaka engamashumi ayisithupha nanhlanu u-Efrayimi uyakwaphulwa angabi yisizwe.


Savula umlomo waso ukuhlambalaza uNkulunkulu, ukuhlambalaza igama lakhe netabernakele lakhe, nabahlezi ezulwini.


Omeleneyo oziphakamisayo phezu kwakho konke okuthiwa nguNkulunkulu, nokukhonzwayo; kangangokuthi yena njengoNkulunkulu uhlala ethempelini likaNkulunkulu, ezibonisa ukuthi unguNkulunkulu.


Ngokuba ngokwahlulela enahlulela ngakho nani niyakwahlulelwa ngakho; nesilinganiso enilinganisa ngaso nani niyakulinganiselwa ngaso.


Futhi inkosi kumelwe yenze ngokwentando yayo; iyoziphakamisa, izikhulise phezu kwabo bonke onkulunkulu, ikhulume izimangaliso ngoNkulunkulu wawonkulunkulu, ibe nempumelelo, kuze kuphele ulaka; ngoba okumisiweyo kuzokwenzeka.


Ngokuba nginawe,” usho uJehova, “ukuba ngikukhulule; noma ngiqeda zonke izizwe engikuhlakazele kuzo, nokho angiyikukuqeda; kodwa ngizokukhuza ngokulinganisa futhi ngingakushiyi ungajeziswa ngokuphelele.


Ukuzidla kwandulela ukubhujiswa, nomoya ozidlayo wandulela ukuwa.


Kepha manje uJehova wakhuluma wathi: “Phakathi neminyaka emithathu njengeminyaka yomqashwa, udumo lukaMowabi luya kudelelwa, kanye naso sonke isixuku esikhulu; futhi insali iyoba yincane kakhulu futhi ibe buthakathaka.


Kanjalo nazidla ngami ngomlomo wenu, nanda amazwi enu kimi; ngiwezwile.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite