Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJeremiya 48:31 - Contemporary Zulu Bible 2024

31 Ngalokho ngiyakukhalela uMowabi, ngikhale ngoMowabi wonke; inhliziyo yami izolilela amadoda aseKirheresi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

31 Ngalokho ngiyakuhhewula ngoMowabi, ngikhale ngaye wonke uMowabi, balilisele amadoda aseKhiri Heresi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

31 Ngakho-ke ngizokhihla isililo ngoMowabi, ngimkhalele wonke uMowabi, ngizakububulela abantu baseKhiri Heresi.

Gade chapit la Kopi




UJeremiya 48:31
4 Referans Kwoze  

Inhliziyo yami izokhalela uMowabi; ababaleki bakhe bayakubalekela eSowari, ithokazi elineminyaka emithathu; ngoba endleleni yaseHoronayimi bayakumemeza ukukhala kwencithakalo.


Babhidliza imizi nakuzo zonke iziqephu ezinhle zezwe, kwaba yilowo nalowo waphonsa itshe lakhe, bazigcwalisa; bavala yonke imithombo, bagawula yonke imithi emihle. Kodwa izihlilingi zalizungeza zalinqoba.


Ngakho inhliziyo yami izakhala phezu kukaMowabi njengemitshingo, lenhliziyo yami ikhale njengemitshingo ebantwini beKhiriheresi, ngoba inotho ayizuzileyo ibhubhile.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite