Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJeremiya 46:9 - Contemporary Zulu Bible 2024

9 Khuphukani nina mahhashi! nokufutheka, zinqola! futhi amaqhawe aphume; amaKushe namaLubhi aphatha isihlangu; kanye nabaseLidiya abaphatha futhi bagoba umnsalo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Yenyukani, mahhashi, nihlanye, zinqola, aphume amaqhawe: oKushe noPhuthi ababambe izihlangu, namaLudi abambe ensala umnsalo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

9 Khuphukani, mahhashi, nibhembuluke zinqola, mawaphume amaqhawe: uKhushe noPhuthi babambe izihlangu, namaLudi abambe umnsalo.

Gade chapit la Kopi




UJeremiya 46:9
14 Referans Kwoze  

AbasePheresiya, naseLudi, nasePhuthini babe sempini yakho, bengamadoda akho empi; baphanyeka isihlangu nesigqoko sokuzivikela; bazisile inkazimulo yakho.


Ngiyakwenza isibonakaliso phakathi kwabo, ngibathume abaphunyukileyo kubo ezizweni, eTharishishi, nasePhuli, naseLudi, abansala umnsalo, eThubali naseJavani, eziqhingini ezikude, ezingazange zibe khona. Wezwa amahemuhemu ami, akabonanga inkazimulo yami; bayakumemezela inkazimulo yami phakathi kwezizwe.


ITopiya neGibithe babengamandla alo, ayengenakuphela; uPhuthi namaLubi aba ngabasizi bakho.


ozaliqinisa kuze kube sekupheleni, ukuze ningabi-nacala ngosuku lweNkosi yethu uJesu Kristu.


iFrigiya, lePhamfiliya, eGibhithe, lezingxenyeni zeLibhiya zeKhurene, labafokazi beRoma, abaJuda lamaproselithe,


Ngenxa yomsindo wokunyathela kwezinselo zamahhashi akhe anamandla, nokuduma kwezinqola zakhe, nokuduma kwamasondo akhe, oyise abayikubheka emuva kubantwana babo ngenxa yezandla ezibuthakathaka;


Ngokuba usho kanje uJehova, uthi: “Sizwile izwi lokuthuthumela, elokwesaba, kungengelokuthula.


UMisirayimi wazala amaLudi, nama-Anami, namaLehabi, namaNafetuhi;


UMisirayimi wazala amaLudi, nama-Anami, namaLehabhi, namaNafetuhi,


Amadodana kaHamu: Ugu, iMizraimi, iPhuthi neKhanani.


Khanyisa imicibisholo; qoqa izihlangu; uJehova wavusa umoya wamakhosi amaMede, ngokuba icebo lakhe limelene neBabele ukulichitha; ngokuba lokhu kuyimpindiselo kaJehova, impindiselo yethempeli lakhe.


Inkemba iyakufika phezu kweGibithe, kube nobuhlungu obukhulu eKushe, lapho ababuleweyo bewa eGibithe, basuse isixuku salo, zibhidlizwe izisekelo zalo.


ITopiya, neLibhiya, neLidiya, nayo yonke ingxubevange, neKhubi, namadoda ezwe ahlangeneyo bayakuwa kanye nawo ngenkemba.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite