Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJeremiya 46:26 - Contemporary Zulu Bible 2024

26 Futhi ngiyobanikela esandleni salabo abafuna ukuphila kwabo, nasesandleni sikaNebukadinesari, inkosi yaseBhabhiloni, nasesandleni sezinceku zakhe; ngasemuva liyakuhlalwa njengasezinsukwini zasendulo,” usho uJehova.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

26 ngibanikele esandleni sabafuna ukuphila kwabo, nasesandleni sikaNebukadinesari, inkosi yaseBabele, nasesandleni sezinceku zakhe, andukuba lakhiwe njengasezinsukwini zasendulo,” usho uJehova.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

26 Ngiyakubanikela esandleni salabo abafuna ukuphila kwabo, nasesandleni sikaNebukhadinezari, inkosi yaseBhabhele, nasesandleni sezinceku zakhe. Emveni kwalokho iGibhithe kuyakuhlalwa kulo njengasezinsukwini zasemandulo,” kusho uSimakade.

Gade chapit la Kopi




UJeremiya 46:26
7 Referans Kwoze  

Ngoba itsho njalo iNkosi uJehova: Inkemba yenkosi yeBhabhiloni izakwehlela phezu kwakho.


Usho kanje uJehova, uthi: ‘Bhekani, ngiyakunikela uFaro uHofira inkosi yaseGibithe esandleni sezitha zakhe nasesandleni sabafuna ukuphila kwakhe, njengalokho nganikela uSedekiya inkosi yakwaJuda esandleni sikaNebukadinesari, inkosi yaseBabele, isitha sakhe esasifuna ukuphila kwakhe.’ ”


Kodwa ekupheleni kwezinsuku ngizabuyisela isabelo se-Elamu,” kutsho uJehova.


Kodwa ngizobuyisela inkatho yakwaMowabi ekupheleni kwezinsuku,” kusho uJehova. Kuze kube manje ukwahlulelwa kukaMowabi.


Ngiyakubanikela abaseGibithe esandleni senkosi enesihluku; futhi inkosi enesihluku iyobusa phezu kwabo, kusho uJehova, uJehova Sebawoti.


Ngalolo suku ngiyakuvusa itabernakele likaDavide eliwileyo, ngivale imifantu yalo; ngiyakuvusa amanxiwa awo, ngilakhe njengasezinsukwini zasendulo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite