UJeremiya 46:21 - Contemporary Zulu Bible 202421 Abaqashwa bayo basemathunjini ayo njengezinkunzi ezikhuluphalisiweyo; ngoba nabo baphenduka babaleka kanyekanye; abazange beme, ngoba usuku lokubhujiswa kwabo lwalubafikele kanye nesikhathi sokuhanjelwa kwabo. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE21 Abaqashwa balo phakathi kwalo banjengamathole akhuluphalisiweyo; nabo babuyele emuva, babaleka kanyekanye, abemanga, ngokuba usuku lwengozi yabo lubehlele, isikhathi sokuhanjelwa kwabo. Gade chapit laIsiZulu 202021 Ngisho namabutho alo aqashiwe, aphakathi kulo, anjengamathole akhuluphalisiweyo; nawo aphenduka abaleka kanyekanye, awazange eme ngokuba usuku lwabo lwenhlekelele selufikile; isikhathi sokujeziswa kwabo. Gade chapit la |