Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJeremiya 46:15 - Contemporary Zulu Bible 2024

15 Kungani amaqhawe akho akhukhulwa? abema, ngokuba uJehova wabaxosha.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Abanamandla bakho bakhukhulelweni na? Abemanga, ngokuba uJehova wabahlohloloza.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

15 Kungani abanamandla bakho belaliswe phansi na? Yingoba uSimakade ebathele othulini na?

Gade chapit la Kopi




UJeremiya 46:15
12 Referans Kwoze  

Baxosheni njengokupheshulwa komusi; njengokuncibilika kwengcina phambi komlilo, kanjalo ababi mababhubhe phambi kukaNkulunkulu.


Kungani ngibabone bethukile futhi baphenduka? namaqhawe abo ashaywa, abaleka ngokuphangisa, awabange esabheka emuva, ngokuba ukwesaba kwakugcwele nxazonke,” usho uJehova.


Wangibhincisa amandla okulwa; Abangivukelayo wababeka phansi kwami.


Yebo, wathuma imicibisholo yakhe, wabahlakaza; wadubula umbani wabadungadulisa.


Abaqashwa bayo basemathunjini ayo njengezinkunzi ezikhuluphalisiweyo; ngoba nabo baphenduka babaleka kanyekanye; abazange beme, ngoba usuku lokubhujiswa kwabo lwalubafikele kanye nesikhathi sokuhanjelwa kwabo.


Wazixosha kanjani izizwe ngesandla sakho, wazitshala; Wacindezela, wabaxosha kanjani abantu.


UJehova uyakuzixosha zonke lezi zizwe phambi kwenu, nidle ifa lezizwe ezinkulu nezinamandla kunani.


INkosi yasisithi kuMozisi: Khathesi usuzabona engizakwenza kuFaro, ngoba ngesandla esilamandla uzabahambisa, futhi ngesandla esilamandla uzabaxotsha elizweni lakhe.


Kumholi wokuhlabelela. Ihubo likaDavide. Makavuke uNkulunkulu, zihlakazeke izitha zakhe; labo abamzondayo kababaleke kuye.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite