Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJeremiya 46:13 - Contemporary Zulu Bible 2024

13 Izwi uJehova alikhuluma kuJeremiya umprofethi, lokuthi uNebukadinesari, inkosi yaseBabele, wayeyofika anqobe izwe laseGibithe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Izwi uJehova alikhuluma kuJeremiya umprofethi ngokuza kukaNebukadinesari, inkosi yaseBabele, ukuchitha izwe laseGibithe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

13 Leli yizwi likaSimakade alikhuluma kuJeremiya, umphrofethi, ngokuza kukaNebukhadinezari, inkosi yaseBhabhele, ukuzohlasela iGibhithe.

Gade chapit la Kopi




UJeremiya 46:13
6 Referans Kwoze  

Usho kanje uJehova, uthi: ‘Bhekani, ngiyakunikela uFaro uHofira inkosi yaseGibithe esandleni sezitha zakhe nasesandleni sabafuna ukuphila kwakhe, njengalokho nganikela uSedekiya inkosi yakwaJuda esandleni sikaNebukadinesari, inkosi yaseBabele, isitha sakhe esasifuna ukuphila kwakhe.’ ”


Zonke izizwe ziyomkhonza yena, nendodana yakhe, nendodana yendodana yakhe, kuze kufike isikhathi sezwe lakhe, khona-ke izizwe eziningi namakhosi amakhulu ziyokhonza ngaye.


Ngalokho isho kanje iNkosi uJehova, ithi: Bheka, ngiyakwehlisela inkemba phezu kwakho, nginqume kuwe abantu nezilwane.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite