Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJeremiya 44:28 - Contemporary Zulu Bible 2024

28 Abaphunyuka enkembeni bayakubuya ezweni laseGibithe, babuyele ezweni lakwaJuda, bengaba yingcosana ngomumo; yonke insali yakwaJuda eye ezweni laseGibithe ukuba igogobale khona iyakwazi ukuthi yiliphi izwi eliyakuma, elami noma elabo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

28 Abaphunyuka enkembeni bayakubuya ezweni laseGibithe, babuyele ezweni lakwaJuda, bengaba yingcosana ngomumo; yonke insali yakwaJuda eye ezweni laseGibithe ukuba igogobale khona iyakwazi ukuthi yiliphi izwi eliyakuma, elami noma elabo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

28 Abayakuphunyuka enkembeni bayakubuya eGibhithe, babuyele ezweni lakwaJuda, beyingcosana. Yonke insali yakwaJuda eye eGibhithe ukuba igogobale khona iyokwazi ukuthi ngelikabani izwi eliyakuma, elami noma elayo.

Gade chapit la Kopi




UJeremiya 44:28
20 Referans Kwoze  

Ukuze kungabikho noyedwa owasalayo wakwaJuda owaya ezweni laseGibithe ukuba agogobale khona oyophunyuka noma osalayo ukuba abuyele ezweni lakwaJuda efisa ukubuyela kulo ukuba ahlale khona; akekho oyobuya ngaphandle kwalabo ababalekile.


Imithi esele yehlathi lakhe iyoba mbalwa, kangangokuthi umfana angayibhala phansi.


Kepha amazwi ami nezimiso zami engayala ngakho izinceku zami abaprofethi, akubambanga yini koyihlo na? babuya, bathi: “Njengokuba uJehova Sebawoti wayehlosile ukwenza kithi njengezindlela zethu nezenzo zethu, wenze njalo kithi.


“ ‘Lesi siyakuba yisibonakaliso kini,’ usho uJehova, ‘ukuthi ngiyakunijezisa kule ndawo ukuba nazi ukuthi amazwi ami ayakuma amelane nani kube kubi.’


Icebo likaJehova limi phakade, nemicabango yenhliziyo yakhe ezizukulwaneni ngezizukulwane.


Kuyakudlula izulu nomhlaba, kepha amazwi ami awasoze adlula.


Wayesethi uMose: “Neqelani izwi leNkosi na?” kodwa ngeke liphumelele.


Ngokuba noma abantu bakho u-Israyeli babe ngangesihlabathi solwandle, nokho insali yabo iyakubuya;


Kuyakuba njalo kuwo wonke amadoda abhekisa ubuso bawo ukuya eGibithe ukuba agogobale khona; bayakufa ngenkemba, nangendlala, nangesifo; futhi akukho noyedwa kubo oyosala noma ophunyuka ebubini engiyobehlisela phezu kwabo.


Ngokuba ngiyakubahambela abakhileyo ezweni laseGibithe, njengalokho ngahambela iJerusalema ngenkemba, nangendlala, nangesifo.


Nina eniphunyukileyo enkembeni, hambani, ningami; cabangani ngoJehova nisekude, iJerusalema likhuphuke emicabangweni yenu.


Kepha ngiyakushiya insali, ukuze nibe nabaphunyuka enkembeni phakathi kwezizwe, lapho nihlakazwa emazweni.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite