Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJeremiya 44:20 - Contemporary Zulu Bible 2024

20 UJeremiya wayesethi kubo bonke abantu, kwabesilisa nakwabesifazane, nakubo bonke abantu abamphendulayo, wathi:

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 UJeremiya washo kubantu bonke, kwabesilisa nakwabesifazane, kubo bonke abantu abamphendule kanjalo, wathi:

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

20 UJeremiya wathi kubantu bonke; kwabesilisa, abesifazane, nakubo bonke abantu abamphendula kanjalo, wathi:

Gade chapit la Kopi




UJeremiya 44:20
6 Referans Kwoze  

Lapho sishisela indlovukazi yezulu impepho, siyithululela iminikelo yokuphuzwa, ingabe sayenzela amaqebelengwane okukhuleka kuyo, siyithululela iminikelo yokuphuzwa ngaphandle kwamadoda ethu na?


Impepho enayinyusa emizini yakwaJuda nasezitaladini zaseJerusalema, nina nawoyihlo, namakhosi enu, nezikhulu zenu, nabantu bezwe, uJehova akayikhumbulanga, ayingenanga ingqondo yakhe?


Wahlabela onkulunkulu baseDamaseku ababemehlulile, wathi: “Ngokuba onkulunkulu bamakhosi ase-Aramu bayawasiza, ngiyakuhlabela wona ukuba angisize.” Kodwa zaba incithakalo kuye nakuye wonke u-Israyeli.


Wathi kimi: “Ndodana yomuntu, ngiyakuthuma kubantwana bakwa-Israyeli, esizweni esihlubukayo esingihlubukileyo; bona naboyise baphambukile kimi kuze kube namuhla.


Kumelwe ukhulume amazwi ami kubo, kungakhathaliseki ukuthi bafuna ukuwezwa noma bayabayeka beme, ngoba bahlubuka kakhulu.


Benazithelo zini ngaleso sikhathi ngalezo eninamahloni ngazo manje na? ngoba isiphetho salezozinto yikufa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite