Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJeremiya 42:17 - Contemporary Zulu Bible 2024

17 Kuyakuba njalo kuwo wonke amadoda abhekisa ubuso bawo ukuya eGibithe ukuba agogobale khona; bayakufa ngenkemba, nangendlala, nangesifo; futhi akukho noyedwa kubo oyosala noma ophunyuka ebubini engiyobehlisela phezu kwabo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Kuyakuba njalo bonke abantu ababhekisa ubuso babo ukuya eGibithe ukuba bagogobale khona; bayakufa ngenkemba, nangendlala, nangesifo, kungabikho kubo oyakusala, aphunyuke ebubini engiyakubehlisela phezu kwabo.’

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

17 Kuyakuthi bonke abantu abayakulibhekisa eGibhithe ukuba bagogobale khona; bafe ngenkemba, ngendlala nangobhubhane, akuyukuba bikho oyosinda, aphunyuke enhlekeleleni engiyobehlisela yona.’

Gade chapit la Kopi




UJeremiya 42:17
7 Referans Kwoze  

Yazini ngokuqinisekile ukuthi niyokufa ngenkemba, ngendlala, nangesifo, endaweni enithanda ukuya kuyo ukuba nigogobale khona.


Abaphunyuka enkembeni bayakubuya ezweni laseGibithe, babuyele ezweni lakwaJuda, bengaba yingcosana ngomumo; yonke insali yakwaJuda eye ezweni laseGibithe ukuba igogobale khona iyakwazi ukuthi yiliphi izwi eliyakuma, elami noma elabo.


Ngiyakuthuma phakathi kwabo inkemba, nendlala, nesifo, baze baqedwe ezweni engalinika bona nawoyise.


Usho kanje uJehova, uthi: “Osala kulo muzi uyakufa ngenkemba, nangendlala, nangesifo; kepha ophumela kumaKaledi uyakuphila; ngokuba uyakuba yimpango ukuphila kwakhe, aphile.


Manje yizwani izwi likaJehova nina nsali yakwaJuda! Usho kanje uJehova Sebawoti, uNkulunkulu ka-Israyeli, uthi: Uma ubhekisa nokubhekisa ubuso bakho ukungena eGibithe, ugogobale khona;


Naniyesaba inkemba; ngiyakwehlisela inkemba phezu kwenu, isho iNkosi uJehova.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite