UJeremiya 42:1 - Contemporary Zulu Bible 20241 Zase zisondela zonke izinduna zamabutho, oJohanani indodana kaKhareya, loIshaniya indodana kaHoshaya, labo bonke abantu, kusukela komncinyane kusiya komkhulu; Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE1 Zase zisondela zonke izinduna zempi, noJohanani indodana kaKhareya, noJezaniya indodana kaHoshaya, nabantu bonke abancane nabakhulu, Gade chapit laIsiZulu 20201 Kwase kusondela bonke abakhuzi bempi, uJohanani indodana kaKhareya, uJezaniya indodana kaHosheya nabo bonke abantu abadala nabancane, Gade chapit la |
Ngiyakuthatha insali yakwaJuda ebhekise ubuso bayo ukuba iye ezweni laseGibithe ukuba igogobale khona, futhi iyoqedwa yonke, iwe ezweni laseGibithe; bayoqedwa ngisho nangenkemba nangendlala; bayakufa, kusukela komncane kuye komkhulu ngenkemba nangendlala; bayakuba yinhlekisa, nesimangaliso, nesiqalekiso, nesihlamba.
Kwathi lapho zonke izinduna zamabutho, zona namadoda azo, sezizwile ukuthi inkosi yaseBhabhiloni imise uGedaliya umbusi, zafika kuGedaliya eMispa: u-Ishmayeli indodana kaNethaniya, noJohanani, indodana kaKhareya, noSeraya, Indodana. KaThanhumethi umNethofa, noJahazaniya indodana yomMahagathi, bona namadoda abo.