Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJeremiya 37:12 - Contemporary Zulu Bible 2024

12 UJeremiya wayesesuka eJerusalema waya ezweni lakwaBenjamini, azehlukanise khona phakathi kwabantu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 uJeremiya waphuma eJerusalema ukuba aye ezweni lakwaBenjamini ukuthola khona isabelo sakhe phakathi kwabantu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

12 uJeremiya wasuka eJerusalema, waya ezweni lakwaBhenjamini ukuba ayokwamukela khona isabelo sakhe phakathi kwabantu.

Gade chapit la Kopi




UJeremiya 37:12
11 Referans Kwoze  

Amazwi kaJeremiya indodana kaHilikiya wabapristi base-Anathoti ezweni lakwaBenjamini:


Kepha nxa benizingela kulo muzi, balekelani komunye, ngokuba ngiqinisile ngithi kini: Aniyikuqeda imizi yakwa-Israyeli, ingakafiki iNdodana yomuntu.


Ngasengisithi: Umuntu onjengami uzabaleka yini? Ngubani onjengami ongangena ethempelini ukusindisa ukuphila kwakhe na? Ngeke ngingene.


Esizweni sakwaBenjamini; iGeba nedlelo layo, neAlemeti nedlelo layo, neAnathoti nedlelo layo. Yonke imizi yabo ngemindeni yabo yayiyimizi eyishumi nantathu.


Wangena khona emhumeni, walala khona; bheka, izwi likaJehova lafika kuye, lathi kuye: “Wenzani lapha, Eliya?


Lapho ekubona, wasukuma, wabaleka ukuze asindise umphefumulo wakhe, wafika eBeri Sheba elingelakwaJuda, washiya inceku yakhe lapho.


Kwathi lapho impi yamaKaledi iphuma eJerusalema ngenxa yokwesaba impi kaFaro,


Bheka, bengiyakuzulazula kude, ngihlale ehlane; Sela.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite