Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJeremiya 36:23 - Contemporary Zulu Bible 2024

23 Futhi kwenzeka ukuthi uJehudi esefunde iziqephu ezintathu noma ezine, wazisika ngommese wokubhala waziphonsa emlilweni owawuseziko, waze waqedwa wonke umqulu emlilweni owawuseziko.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 Kwathi lapho uJehudi esefundile amakhasi amathathu noma amane, yawasika ngommese womlobi, yawaphonsa emlilweni oseziko, waze waphela wonke umqulu emlilweni oseziko.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

23 Kwathi lapho uJehudi esefunde amakhasi amathathu noma amane, inkosi yawasika ngommese womlobi, yawaphonsa emlilweni osembawuleni, waze waphela wonke umqulu ushiswa ngomlilo osembawuleni.

Gade chapit la Kopi




UJeremiya 36:23
18 Referans Kwoze  

Inkosi yakwa-Israyeli yathi kuJehoshafati: “Kusenendoda eyodwa, uMika, indodana kaJimila, esingabuza ngayo kuJehova; kodwa ngiyamzonda; ngoba akaprofethi okuhle ngami, kodwa okubi. UJehoshafati wathi: “Mayingasho njalo inkosi.


Akukho kuhlakanipha, nokuqonda, nasiluleko esingamelana noJehova.


Kunamacebo amaningi enhliziyweni yomuntu; nokho icebo likaJehova liyakuma.


Odelela izwi uyakubhujiswa; kepha owesaba umyalo uyakuvuzwa.


Abezwanga lutho ngesiluleko sami; badelela konke ukusola kwami.


Wathi: “Isho kanje inkosi, ithi: Fakani lo muntu etilongweni, nimundle ngesinkwa sokuhlupheka namanzi osizi, ngize ngibuye ngokuthula.


Futhi uma umuntu esusa kuwo amazwi encwadi yalesi siprofetho, uNkulunkulu uyakususa isabelo sakhe encwadini yokuphila, nasemzini ongcwele, nakulokho okulotshiwe kule ncwadi.


Ovame ukwenza lukhuni intamo yakhe ngokusolwa uyachithwa ngokuzumayo, kungabikho ukuphulukiswa.


Wathi: “Yeka ukuzonda kwami ukulaywa nokusola inhliziyo yami iyakweyisa;


ngoba uyazonda ukulaywa njalo ulahla amazwi ami ngemva kwakho.


Zithathele umqulu, ulobe kuwo wonke amazwi engawakhuluma kuwe ngo-Israyeli, ngoJuda, nangokumelene nazo zonke izizwe, kusukela osukwini engakhuluma ngalo kuwe, kusukela ezinsukwini zikaJosiya kuze kube manje usuku.


Izwi likaJehova lafika kuJeremiya ngemva kokuba inkosi isiwushisile umqulu namazwi uBharuki awaloba emlonyeni kaJeremiya, lathi:


Zithathele omunye umqulu, ulobe kuwo wonke amazwi okuqala asomqulu wokuqala uJehoyakimi, inkosi yakwaJuda, awushisa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite