Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJeremiya 36:13 - Contemporary Zulu Bible 2024

13 UMika wabatshela wonke amazwi ayewezwile lapho uBharuki efunda incwadi phambi kwabantu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 UMikhaya wazitshela onke amazwi ayewezwile, lapho uBaruki eyifunda incwadi ezindlebeni zabantu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

13 UMikhaya wazibikela wonke amazwi ayewezwile, ngesikhathi uBharukhi efundela abantu incwadi.

Gade chapit la Kopi




UJeremiya 36:13
6 Referans Kwoze  

UShafani umbhali wayibikela inkosi, wathi: “Umpristi uHilikiya unginikile incwadi.” UShafani wayifunda phambi kwenkosi.


Ngokuba izwi lafika enkosini yaseNineve, yasukuma esihlalweni sayo sobukhosi, yakhumula ingubo yayo kuyo, yembathisa indwangu yamasaka, yahlala phansi emlotheni.


Usho kanje uJehova, uthi: “Bheka, ngiyakwehlisela okubi phezu kwale ndawo naphezu kwabakhileyo kuyo, zonke iziqalekiso ezilotshwe encwadini abayifunda phambi kwenkosi yakwaJuda.


Ngokuba inhliziyo yakho yayithambile, wazithoba phambi kukaJehova, lapho usuzwile engikukhulume ngale ndawo nabakhileyo kuyo, ukuthi bayakuba yihlane nesiqalekiso, izingubo zakho zidatshulwe, zakhala izinyembezi emehlweni akho. Mina; nami nginizwile,” usho uJehova.


Lapho uMika, indodana kaGemariya, indodana kaShafani, ezwa wonke amazwi kaJehova encwadini,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite