UJeremiya 36:12 - Contemporary Zulu Bible 202412 Wehlela endlini yenkosi ekamelweni lombhali, bheka, zonke izikhulu zazihlezi khona: u-Elishama umbhali, noDelaya indodana kaShemaya, no-Elinathani indodana ka-Akibori, noGemariya indodana kaShafani; noZedekiya indodana kaHananiya, nezikhulu zonke. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE12 wehlela endlini yenkosi ekamelweni lombhali; bheka, kwakuhlezi khona zonke izikhulu, u-Elishama umbhali, noDelaya indodana kaShemaya, no-Elinathani indodana ka-Akibori, noGemariya indodana kaShafani, noSedekiya indodana kaHananiya, zonke izikhulu. Gade chapit laIsiZulu 202012 wayesehlela esigodlweni senkosi, ekamelweni lombhali; bheka, kwakuhleli khona zonke izikhulu: u-Elishamu umbhali, uDelaya indodana kaShemaya, u-Elinathani indodana ka-Akhibhori, uGemariya indodana kaShafani, uZedekiya indodana kaHananiya, nazo zonke izikhulu. Gade chapit la |