UJeremiya 36:10 - Contemporary Zulu Bible 202410 Wayesemfundela uBaruki encwadini amazwi kaJeremiya endlini kaJehova ekamelweni likaGemariya indodana kaShafani umbhali egcekeni elingaphezulu, ekungeneni kwesango elisha lendlu yethempeli. Jehova, phambi kwezindlebe zabo bonke abantu. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE10 UBaruki wayesefunda encwadini amazwi kaJeremiya endlini kaJehova ekamelweni likaGemariya indodana kaShafani umbhali egcekeni lasenhla ngasesikhaleni sesango elisha lendlu kaJehova ezindlebeni zabantu bonke. Gade chapit laIsiZulu 202010 UBharukhi wayesefunda encwadini amazwi kaJeremiya, endlini kaSimakade, ekamelweni likaGemariya, indodana kaShafani umbhali, elalisegcekeni elingenhla ngasekungeneni kwesango elisha lendlu kaSimakade, wafunda bonke abantu belalele. Gade chapit la |