Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJeremiya 35:2 - Contemporary Zulu Bible 2024

2 Hamba uye endlini yamaRekabi, ukhulume nawo, uwangenise endlini kaJehova kwelinye lamakamelo, uwaphuzise iwayini.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 “Yiya endlini yamaRekabi, ukhulume kuwo, uwangenise endlini kaJehova kwelinye lamakamelo ayo, uwaphuzise iwayini.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

2 “Hamba uye endlini yamaRekhabhi, ukhulume nawo, bese uwangenisa endlini kaSimakade, kwelinye lamakamelo, uwanike iwayini ukuba aphuze.”

Gade chapit la Kopi




UJeremiya 35:2
21 Referans Kwoze  

Izizukulwana zababhali ababehlala eJabeshi; amaTire, namaSimeya, namaSuga. Lawa ngamaKheni avela kuHemati uyise wendlu kaRekabi.


Ngokuba lawa maLevi, abalindisango abane abakhulu, babesezikhundleni zabo, bephethe amakamelo nengcebo yendlu kaNkulunkulu.


Kwakukhona amafasitele ayingcingo emakamelweni nasezinsikeni zawo ngaphakathi kwesango nxazonke, kanjalo nasemphemelweni; amafasitele ayekhona nxazonke ngaphakathi, nasezinsikeni zeminyango kwakukhona amasundu.


Salilalela-ke izwi likaJonadaba, indodana kaRekabi, ubaba, kukho konke asiyala ngakho ukuba singaphuzi wayini zonke izinsuku zethu, thina, omkethu, namadodana ethu, namadodakazi ethu;


Ngabangenisa endlini kaJehova ekamelweni lamadodana kaHanani indodana ka-Igidaliya, umuntu kaNkulunkulu, owayesendlini yezikhulu eyayiphezu kwekamelo likaMahaseya indodana ka-Igidaliya.


Wamlungisela ikamelo elikhulu, lapho ababebeke khona iminikelo yomlilo ngaphambili, impepho, nezitsha, nokweshumi kukakolweni, newayini, namafutha, okwakumelwe kunikwe amaLevi, nabahlabeleli. Nabalindisango; neminikelo yabapristi.


Kulindeni, nikugcine, nize nikukale phambi kwabapristi abakhulu namaLevi nezinhloko zawoyise bakwa-Israyeli eJerusalema, emakamelweni endlu kaJehova.


UHezekiya wayala ukuba kulungiswe amakamelo endlini kaJehova; bazilungisela.


Isisindo sezipikili sasingamashekeli angamashumi amahlanu egolide. Amakamelo angaphezulu wanameka ngegolide.


Ngokuba isikhundla sawo sasingukukhonza amadodana ka-Aroni enkonzweni yendlu kaJehova, emagcekeni nasemakameloni, nasekuhlanzweni kwazo zonke izinto ezingcwele, nomsebenzi wenkonzo yendlu kaNkulunkulu;


Laba babengabahlabeleli, izinhloko zezindlu zoyise zamaLevi, ababehlala emakamelweni, bekhululekile, ngokuba babesebenza kulowo msebenzi imini nobusuku.


Wakha amakamelo ngakuyo yonke indlu, ukuphakama kwawo kwakuyizingalo eziyisihlanu, amiswa phezu kwendlu ngokhuni lomsedari.


Umnyango wekamelo eliphakathi wawungakwesokunene sendlu, futhi bakhuphuka ngezitebhisi ezimazombezombe bangena ekamelweni eliphakathi futhi basuka kweliphakathi baye kwelesithathu.


Ngase ngithatha uJahashaniya indodana kaJeremiya, indodana kaHabhasiniya, nabafowabo, nawo onke amadodana akhe, nayo yonke indlu yamaRekabi;


nesibonelo sakho konke ayenakho ngomoya, samagceke endlu kaJehova, nesawo wonke amakamelo nxazonke, nengcebo yendlu kaNkulunkulu, neyengcebo yezipho ezingcwele;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite