UJeremiya 34:15 - Contemporary Zulu Bible 202415 Manje seniphendukile nenza okulungile emehlweni ami ngokumemeza kube yilowo nalowo inkululeko yomakhelwane wakhe; futhi wenze isivumelwano phambi kwami endlini ebizwa ngegama lami. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE15 Nina-ke seniphendukile namuhla, nenza okulungile emehlweni ami ngokumemezela ukukhululeka, kube yilowo nalowo kumakhelwane wakhe, nenza isivumelwano ngaphambi kwami endlini ebizwa ngegama lami. Gade chapit laIsiZulu 202015 Nina-ke namuhla niphendukile, nenza okulungileyo phambi kwami ngokumemezela ukukhululeka, kwaba yilowo nalowo wakhulula umakhelwane wakhe, nenza isivumelwano phambi kwami, endlini ebizwa ngegama lami. Gade chapit la |
Inkosi yema ngasetsheni lesikhumbuzo, yenza isivumelwano phambi kukaJehova sokulandela uJehova, nokugcina imiyalo yakhe, nobufakazi bakhe, nezimiso zakhe ngayo yonke inhliziyo yabo nangawo wonke umphefumulo wabo, ukwenza amazwi alesi sivumelwano esimisiwe. Zilotshiwe kule ncwadi. Bonke abantu bema ngasesivumelwaneni.