Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJeremiya 32:36 - Contemporary Zulu Bible 2024

36 “Manje, usho kanje uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli ngalo muzi enisho ngawo ukuthi: ‘Uyakunikelwa esandleni senkosi yaseBabele ngenkemba, nangendlala, nangesifo;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

36 “Ngalokho manje usho kanje uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli ngalo muzi enithi ngawo: ‘Unikelwe esandleni senkosi yaseBabele ngenkemba, nangendlala, nangesifo,’ uthi:

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

36 “Ngakho-ke manje usho kanje uSimakade uNkulunkulu ka-Israyeli ngalo muzi enithi ngawo: ‘Unikelwe esandleni senkosi yaseBhabhele ngenkemba, ngendlala nangobhubhane,’ uthi:

Gade chapit la Kopi




UJeremiya 32:36
11 Referans Kwoze  

Bheka, izintaba zifikile emzini ukuwuthatha; umuzi wanikelwa esandleni samaKaledi alwa nawo, ngenxa yenkemba, nendlala, nesifo; futhi bheka, uyakubona.


Ngokuba uZedekiya, inkosi yakwaJuda, wamvalela, wathi: “Uprofethelani uthi: ‘Isho kanje iNkosi, ithi: Bheka, ngiyawunikela lo muzi esandleni senkosi yaseBabele, futhi iyakuwuthatha;


Ngalokho usho kanje uJehova, uthi: Bheka, ngiyawunikela lo muzi esandleni samaKaledi nasesandleni sikaNebukadinesari, inkosi yaseBabele, futhi uyakuwuthatha.


Futhi umthetho wangena, ukuze isiphambeko sande. Kepha lapho kwavama khona isono, umusa wavama kakhulukazi;


Ngakho-ke bheka, ngizomyenga ngimyise ehlane ngikhulume kahle naye.


Bheka, ngiyakubabutha emazweni onke engabaxosha kuwo ngentukuthelo yami nangokufutheka kwami nangentukuthelo enkulu; ngiyakubabuyisela kule ndawo, ngibenze bahlale belondekile.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite