Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJeremiya 32:22 - Contemporary Zulu Bible 2024

22 Wabapha leli zwe owathembisa ngalo koyise ngesifungo ukubanika lona, izwe elichichima ubisi nezinyosi;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 wabanika leli zwe, njengalokho afunga koyise ukubanika lona, izwe elichichima ubisi nezinyosi;

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

22 Wabanika leli lizwe, owawufunge kokhokho babo ukuthi uyakubanika lona, izwe elichichima ubisi noju.

Gade chapit la Kopi




UJeremiya 32:22
28 Referans Kwoze  

Kuyakuthi lapho uJehova eseningenise ezweni lamaKhanani, namaHeti, nama-Amori, namaHivi, namaJebusi, eyathembisa oyihlo ngesifungo ukuninika lona, izwe elichichima ubisi nezinyosi, nigcine leli zwe. Isevisi kule nyanga.


Futhi ngehla ukuze ngibasindise esandleni sabaseGibhithe futhi ngibaqeqeshe baphume kulelo zwe ngibayise ezweni elihle nelikhulu, ezweni elichichima ubisi nezinyosi; endaweni yamaKhanani, namaHeti, nama-Amori, namaPherizi, namaHivi, namaJebusi;


ukuze ngigcwalise isifungo engasifunga koyihlo, ukubanika ilizwe elichichima ubisi lezinyosi, njengalamuhla. Ngasengiphendula ngathi: Makube njalo, Jehova;


Bhekani, ngiyakwethula izwe kini; ngenani nilidle izwe uJehova alifungela oyihlo o-Abrahama, u-Isaka noJakobe ukulinika bona nenzalo yabo emva kwabo.


Ngathi: Ngiyakunikhuphula ekuhluphekeni kwaseGibithe, nginiyise ezweni lamaKhanani, namaHeti, nama-Amori, namaPherizi, namaHivi, namaJebusi, ezweni elichichima ubisi nezinyosi.


Kepha nami ngabaphakamisela isandla sami ehlane, ukuthi angiyikubangenisa ezweni engabanika lona, elichichima ubisi nezinyosi, elikhazimulayo emazweni onke;


mhla ngibaphakamisela isandla sami ukuba ngibakhiphe ezweni laseGibithe ngibayise ezweni engangibabonele lona, elichichima ubisi nezinyosi, eliwudumo lwamazwe onke.


Wabapha isinkwa sasezulwini ngenxa yokulamba kwabo, wabakhiphela amanzi edwaleni ngokoma kwabo, wabathembisa ukuthi bayakungena ukulidla izwe owafunga ngesifungo ukubanika lona.


UJehova wamnika u-Israyeli lonke izwe ayefunge ukulinika oyise; balidla, bahlala kulo.


Qina, ume isibindi, ngokuba laba bantu uyakubanika izwe engalifungela oyise ukubanika lona libe yifa labo.


Yonke imiyalo enginiyala ngayo namuhla niyakugcina ukuyenza ukuba niphile, nande, ningene nilidle izwe uJehova alifungela oyihlo.


Futhi uzakunithanda, anibusise, andise; Iyakubusisa isithelo sesisu sakho, nesithelo sezwe lakho, nokolweni kwakho, newayini lakho, namafutha akho, nomkhiqizo wezinkomo zakho, nomhlambi wezimvu zakho, ezweni alifungela oyihlo ukukunika.


Wasikhipha lapho ukuze asingenise ukuze asinike izwe alithembisa obaba ngesifungo.


Uyakwenza okulungile nokuhle emehlweni kaJehova ukuba kukuhambele kahle, ungene ulidle izwe elihle uJehova alithembisa oyihlo ngesifungo;


Kuyakuthi lapho uJehova uNkulunkulu wakho esekungenise ezweni alifungela oyihlo, ku-Abrahama, no-Isaka, noJakobe, ukukunika imizi emikhulu nemihle ongayakhanga,


Impela akakho kulawa madoda alesi sizukulwane esibi oyobona lelo zwe elihle engafunga ukulinika oyihlo,


Ngokuqinisekile aniyikungena ezweni engaphakamisa isandla sami ngalo ukuba nihlale kulo, ngaphandle kukaKalebi indodana kaJefune noJoshuwa indodana kaNuni.


Ngoba iNkosi yayingelamandla okungenisa lababantu elizweni eyabathembisa isifungo, ngakho yababulala enkangala.


UJosefa wayesethi kubafowabo: “Sengiyafa, uNkulunkulu uyakuninakekela nokuninakekela, anikhiphe kuleli zwe, aniyise ezweni alifungela o-Abrahama, no-Isaka, noJakobe.


UJehova, uNkulunkulu wezulu, owangikhipha endlini kababa nasezweni lokuzalwa kwami, owakhuluma kimi, wafunga kimi, wathi: ‘Ngiyakulinika inzalo yakho leli zwe; kumelwe athumele ingelosi yakhe phambi kwakho, futhi kumelwe uyithathele khona indodana yami umfazi.


Ngoba lonke ilizwe olibonayo ngizalinika wena lenzalo yakho kuze kube nininini.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite