Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJeremiya 32:11 - Contemporary Zulu Bible 2024

11 Ngase ngathatha incwadi yokuthenga, leyo ebekwe uphawu ngokomthetho nangokwesiko, kanye neyayivuliwe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Ngayithatha incwadi yokuthenga, enamathelisiweyo enemithetho nezimiso, nevulekileyo,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

11 Ngase ngiyithatha incwadi yokuthengiselana, esicilelweyo futhi enemithetho nezimiso zokuthenga kanye nefuzela elalivuliwe,

Gade chapit la Kopi




UJeremiya 32:11
4 Referans Kwoze  

Wasengena ethempelini ngoMoya;


Kepha uma umuntu ebonakala ephika, asinawo umkhuba onjalo thina, namabandla kaNkulunkulu kawanawo.


ikakhulu ngoba ngikwazi ukuthi unolwazi kuwo wonke amasiko lezingxabano zabaJuda; ngakho ngiyakuncenga ukuthi ungizwe ngesineke.


Ngamnika uBaruki indodana kaNeriya indodana kaMahaseya ubufakazi bokuthengisa phambi kwamehlo kaHanameli indodana kababekazi naphambi kofakazi ababesayine incwadi yokuthengisa phambi kwabo. Wonke amaJuda ayehlezi enkantolo yetilongo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite