UJeremiya 30:11 - Contemporary Zulu Bible 202411 Ngokuba nginawe,” usho uJehova, “ukuba ngikukhulule; noma ngiqeda zonke izizwe engikuhlakazele kuzo, nokho angiyikukuqeda; kodwa ngizokukhuza ngokulinganisa futhi ngingakushiyi ungajeziswa ngokuphelele. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE11 Ngokuba mina nginawe,’ usho uJehova, ‘ukuba ngikusindise, ngokuba ngiyakuqeda ngokupheleleyo zonke izizwe engikuhlakazele kuzo, kepha wena angiyikukuqeda, kodwa ngiyakukulaya ngokwahlulela, ngingakwenzi ube ngongenacala.’ Gade chapit laIsiZulu 202011 ngokuba Mina nginawe,’ kusho uSimakade. ‘Ngiyakukusindisa, ngiziqede nya zonke izizwe engikuhlakazele kuzo, kodwa wena angiyukukuqeda. Ngiyakukuyala ngobulungiswa, angiyukukuyeka ngingakujezisi.’ Gade chapit la |