Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJeremiya 26:11 - Contemporary Zulu Bible 2024

11 Abapristi nabaprofethi bakhuluma ezikhulwini nakubantu bonke, bathi: “Lo muntu ufanelwe ukufa; ngokuba waprofetha ngalo muzi, njengalokho nizwile ngezindlebe zenu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Base bethi abapristi nabaprofethi ezikhulwini nakubo bonke abantu, bathi: “Lo muntu ufanele ukufa, ngokuba uprofethile ngalo muzi, njengalokho nizwile ngezindlebe zenu.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

11 Abaphristi nabaphrofethi base bethi ezikhulwini nakubo bonke abantu: “Lo muntu ufanelwe ngukufa, ngokuba uphrofethe ngalo muzi, njengoba nani nizizwele ngezindlebe zenu.”

Gade chapit la Kopi




UJeremiya 26:11
13 Referans Kwoze  

Ngakho izikhulu zathi enkosini: “Siyakucela ukuba lo muntu abulawe, ngokuba wenza buthakathaka kanjalo izandla zamaqhawe asele kulo muzi, nezandla zabo bonke abantu, ngokukhuluma amazwi anje, aze enze lo muntu. Hhayi ukufuna inhlalakahle yalaba bantu, kodwa ubuhlungu.


Nicabangani? Baphendula bathi: Unecala lokufa.


Kodwa umprofethi ozidlayo ukuba akhulume izwi egameni lami engingamyalanga ukuba alikhulume, noma oyakukhuluma egameni labanye onkulunkulu, lowo mprofethi naye uyakufa.


Basebemlalela kwaze kwaba kulelolizwi, basebephakamisa amazwi abo besithi: Msuseni onjalo emhlabeni, ngoba kakufanelanga ukuthi aphile.


AmaJuda amphendula athi: Thina silomlayo, langokomlayo wethu ufanele ukufa, ngoba uzenze iNdodana kaNkulunkulu.


Baphendula, bathi kuye: “Uma lowo ubengesiye umenzi wobubi, nga singamnikelanga kuwe.


Kepha wena Jehova, uyawazi wonke amasu abo okungibulala; ungathetheleli ububi babo, ungasusi isono sabo ebusweni bakho, kodwa mabaphenduke phambi kwakho; yenza kanjalo kubo ngesikhathi solaka lwakho.


Izikhulu nabo bonke abantu base bethi kubapristi nakubaprofethi: “Lo muntu akafanele ukufa, ngokuba ukhulume kithi egameni likaJehova uNkulunkulu wethu.


Abantu bomuzi base bethi kuJowashi: “Khipha indodana yakho ukuba ife, ngokuba walidiliza i-altare likaBali, walichitha. Laliphethe ihlathi elalinalo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite