Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJeremiya 25:23 - Contemporary Zulu Bible 2024

23 iDedani, neThema, nebhasi, nabo bonke abasemakhoneni akude;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 iDedani, neThema, neBuzi, nabo bonke abadilingiwe emaceleni amakhanda abo,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

23 iDedani, iThema, iBhuzi, nabo bonke abagunde badilinga amakhanda abo emaceleni,

Gade chapit la Kopi




UJeremiya 25:23
15 Referans Kwoze  

iGibithe, noJuda, no-Edomi, nabantwana bakwa-Amoni, nabakwaMowabi, nabo bonke abasemagumbini ahlala ehlane; ngoba zonke lezi zizwe azisokile, futhi yonke indlu ka-Israyeli isokile enhliziyweni.


Amakamela abo ayakuba yimpango, nemfuyo yabo eminingi ibe yimpango; futhi labo abasezindaweni ezikude ngiyobahlakazela kuyo yonke imimoya; futhi ngiyoletha ukubhujiswa kwabo kuzo zonke izinhlangothi zalo,” kusho uJehova.


Balekani, niphenduke, nihlale ekujuleni, nina bakhileyo eDedani. Ngokuba ngiyakwehlisela phezu kwakhe inhlekelele ka-Esawu ngesikhathi sokumhambela kwami.


Amabutho aseThema abukele, amaviyo aseSheba ewalindile.


u-Huse izibulo lakhe, noBhusi umfowabo, noKemuweli uyise ka-Aramu,


IDedani lalingumthengisi wakho ngezingubo eziyigugu zezinqola.


Ngalokho isho kanje iNkosi uJehova, ithi: Ngiyakwelulela isandla sami phezu kuka-Edomi, nginqume kulo abantu nezilwane; ngiyakuyenza ihlane laseThemani; nabaseDedani bayakuwa ngenkemba.


uMishima noDuma, iMasa, uHadadi noThema,


uHadari, noThema, noJeturi, noNafisi, noKedema;


Amadodana kaKushe: noSeba, noHavila, noSabta, noRaama, noSabtega; namadodana kaRama; uSheba noDedani.


Ngo-Edomi, usho kanje uJehova Sebawoti, uthi: “Akusekho ukuhlakanipha eThemani na? icebo labahlakaniphileyo libhubhile na? ukuhlakanipha kwabo sekuphelile?


Amadoda aseDedani ayengabathengi bakho; iziqhingi eziningi zaziyimpahla yesandla sakho; bakulethela izimpondo zendlovu nomsimbithi njengesipho.


Bhekani, izinsuku ziyeza,” usho uJehova, “lapho ngiyakuhambela bonke abasokile nabangasokile;


Mayelana neKedari nangemibuso yaseHasori uNebukadinesari inkosi yaseBabele ayakuyinqoba, usho kanje uJehova, uthi: “Suka ukhuphukele eKedari, uphange abantu basempumalanga.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite