Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJeremiya 25:2 - Contemporary Zulu Bible 2024

2 umprofethi uJeremiya akukhuluma kubo bonke abantu bakwaJuda nakubo bonke abakhileyo eJerusalema, wathi:

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 alikhulumayo uJeremiya umprofethi kubo bonke abantu bakwaJuda nakubo bonke abakhileyo eJerusalema, ethi:

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

2 UJeremiya, umphrofethi, wakhuluma kubo bonke abantu bakwaJuda nakuzo zonke izakhamuzi zaseJerusalema, wathi:

Gade chapit la Kopi




UJeremiya 25:2
8 Referans Kwoze  

Hamba manje, ukhulume kubantu bakwaJuda nakubakhileyo eJerusalema, uthi: ‘Usho kanje uJehova; Bhekani, ngiceba okubi ngani, ngiceba icebo ngani; phendukani, kube yilowo nalowo endleleni yakhe embi, nenze izindlela zenu nezenzo zenu zibe zinhle.


Usho kanje uJehova Sebawoti, uNkulunkulu ka-Israyeli, uthi: “Hamba, usho kubantu bakwaJuda nabakhileyo eJerusalema, uthi: ‘Anikwamukeli ukulaywa ukuba nilalele amazwi ami na? kusho uJehova.


Usho kanje uJehova; Yima egcekeni lendlu kaJehova, ukhulume kuyo yonke imizi yakwaJuda eza ukukhuleka endlini kaJehova wonke amazwi engikuyala ukuba uwakhulume kubo; ayinciphisi igama:


Kusukela ngomnyaka weshumi nantathu kaJosiya indodana ka-Amoni, inkosi yakwaJuda, kuze kube namuhla, okungumnyaka wamashumi amabili nantathu, izwi likaJehova lafika kimi, ngakhuluma kini, ngivuka ekuseni, ngalikhuluma; kodwa kalilalelanga.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite