Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJeremiya 23:32 - Contemporary Zulu Bible 2024

32 “Bheka, ngimelene nabaprofetha amaphupho amanga,” usho uJehova, “bawatshele, badukise abantu bami ngamanga abo nangenkohliso yabo; kodwa angibathumanga, futhi angibayalanga; ngalokho abayikubasiza laba bantu nangayiphi indlela,” usho uJehova.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

32 Bheka, ngimelene nabaprofetha amaphupho amanga,” usho uJehova, “bawalandise, badukise abantu bami ngamanga abo nangokuwawaza kwabo; mina-ke angibathumanga nokho, angibayalanga, futhi abasizanga laba bantu,” usho uJehova.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

32 Bheka, ngimelene nabaphrofethi abaphupha amanga,” kusho uSimakade, “bawalandise, badukise abantu bami ngamanga abo nangobudedengu babo. Mina-ke angibathumanga, angibayalanga, futhi ababasizanga ngalutho laba bantu,” kusho uSimakade.

Gade chapit la Kopi




UJeremiya 23:32
24 Referans Kwoze  

Abaprofethi bawo bangabantu abalula nabangathembekanga;


Abaprofethi bakho babone izinto eziyize neziwubuwula ngawe, futhi ababubonakalisanga ububi bakho ukuze banqande ukuthunjwa kwakho; kodwa ngakubona imithwalo yamanga lezinto zokudingiswa.


Bhekani, nithembela emazwini amanga angasizi lutho;


Sabanjwa isilo, kanye naso nomprofethi wamanga owenza izibonakaliso phambi kwaso, adukisa ngazo labo abamukela uphawu lwesilo, nabakhuleka emfanekisweni waso. Laba bobabili baphonswa besezwa echibini lomlilo elivutha isibabule.


Bayekeni; bangabaholi abayizimpumputhe. Uma impumputhe ihola impumputhe, ziyakuyela emgodini zombili.


Thumela kubo bonke abathunjwa uthi: Utsho njalo uJehova ngoShemaya waseNehelami; Ngokuba uShemaya uprofethile kini, mina angimthumanga, wenza ukuba nikholwe ngamanga.


Ngizwile abakutshoyo abaprofethi abaprofetha amanga ebizweni lami besithi: Ngiphuphile, ngiphuphile.


Usho kanje uJehova Sebawoti, uthi: “Ningawalaleli amazwi abaprofethi abaprofetha kini; bakwenza ize; bakhuluma umbono ophuma ezinhliziyweni zabo, hhayi ophuma emlonyeni kaJehova.


Kepha abantu bami, abantwana bangabacindezeli, nabesifazane bayababusa. Bantu bami, abaniholayo bayanidukisa, bachithe indlela yenu.


Kodwa umprofethi ozidlayo ukuba akhulume izwi egameni lami engingamyalanga ukuba alikhulume, noma oyakukhuluma egameni labanye onkulunkulu, lowo mprofethi naye uyakufa.


Ngakho-ke lapho ngicabanga kanjalo, ngenza ubuwula na? Noma lokho engikuhlosileyo ngihlose ngokwenyama yini ukuba kimi kube uyebo, yebo, noqhabo?


Kepha nina ningamanga, ningodokotela abayize nonke;


Omdala nohloniphekileyo uyinhloko; nomprofethi ofundisa amanga ungumsila.


Ngabona ubuwula kubaprofethi baseSamariya; baprofetha ngoBali, badukisa abantu bami u-Israyeli.


Bhekani, ngimelene nabaprofethi, usho uJehova, abasebenzisa ulimi lwabo, bathi: ‘Uyakhuluma.


Ngubani othi, kwenzeke, uma iNkosi ingakuyali na?


Ngokuba izithombe zikhulume okuyize, nabahlola imihlola babone amanga, bakhuluma amaphupho amanga; baduduza ize; ngalokho zahamba njengomhlambi, zethuka, ngokuba kwakungekho umalusi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite