Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJeremiya 23:28 - Contemporary Zulu Bible 2024

28 Umprofethi onephupho makalandise iphupho; futhi noma ubani onezwi lami, makakhulume izwi lami ngokwethembeka. Ayini amakhoba kakolweni? kusho uJehova.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

28 Umprofethi onephupho makalilandise iphupho, kepha onezwi lami makalikhulume izwi lami ngeqiniso. Amakhoba ayini kukolweni na?” usho uJehova.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

28 Umphrofethi onephupho makalande ngalo iphupho, kepha onezwi lami makalikhulume izwi lami ngeqiniso. Amakhoba ayini kukusanhlamvu na?” kusho uSimakade.

Gade chapit la Kopi




UJeremiya 23:28
15 Referans Kwoze  

Ngiyambonga ongenzele amandla, uKristu Jesu iNkosi yethu, ngokuba wathi ngikholekile, engimisa enkonzweni;


Ngokuba asinjengabaningi abonakalisa izwi likaNkulunkulu, kepha njengabaqotho, njengabavela kuNkulunkulu phambi kukaNkulunkulu sikhuluma sikuKristu.


INkosi yasisithi: Pho, ngubani umphathi othembekileyo lohlakaniphileyo, inkosi yakhe eyakumbeka phezu kwabendlu yayo, ukuze abaphe isabelo sabo sokudla ngesikhathi esifaneleyo?


Pho, ngubani oyinceku ethembekileyo nehlakaniphileyo, inkosi yayo eyimisile phezu kwabendlu yayo ukuba ibanike ukudla ngesikhathi esifaneleyo na?


Ufakazi othembekileyo akaqambi amanga, kodwa ufakazi wamanga uphafuza amanga.


Futhi kuyadingeka kubaphathi, ukuthi umuntu afunyanwe ethembekile.


Ngubani umuntu ohlakaniphileyo ongakuqonda lokhu na? futhi ngubani lo okhulunywe kuye umlomo kaJehova ukuba akumemezele lokhu, ngoba izwe lichithiwe futhi lishiswe njengehlane elingadluli muntu na?


Ngakho yizwani izwi likaJehova nina besifazane, nilalele izwi lomlomo wakhe, nifundise amadodakazi enu isililo, kube yilowo nalowo komakhelwane bakhe ingoma yokulila.


Ngizwile abakutshoyo abaprofethi abaprofetha amanga ebizweni lami besithi: Ngiphuphile, ngiphuphile.


Wayesethi umprofethi uJeremiya kubo: “Nginizwile; bhekani, ngiyakukhuleka kuJehova uNkulunkulu wenu njengamazwi enu; nakho konke uJehova akuphendulayo, ngiyakunitshela khona; Ngeke ngikugodle lutho.


Isho kanje iNkosi uJehova; Maye kubaprofethi abayiziwula abalandela owabo umoya kodwa ababonanga lutho!


Wayesethi uMika: “Kuphila kukaJehova, lokho uJehova akusho kimi, ngiyakukhuluma.”


Inkosi yasisithi kuye: Ngizakufungisa kangaki ukuthi ungangitsheli okunye ngaphandle kweqiniso ebizweni le Nkosi?


O isibuya sami nokolweni wesibuya sami! lokho engikuzwile kuJehova Sebawoti, uNkulunkulu ka-Israyeli, ngikumemezele kini.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite