UJeremiya 23:27 - Contemporary Zulu Bible 202427 abacabanga ukwenza abantu bami bakhohlwe igama lami ngamaphupho abo abawalandisayo kumakhelwane wakhe, njengalokho oyise bakhohlwa igama lami ngoBali. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE27 abacabanga ukwenza ukuba abantu bami bakhohlwe igama lami ngamaphupho abo abawalandisa, kube yilowo nalowo kumakhelwane wakhe, njengalokho oyise bakhohlwa igama lami ngenxa kaBali, na? Gade chapit laIsiZulu 202027 Abaceba ukwenza ukuba abantu bami balikhohlwe igama lami ngamaphupho abo abawalandisa, kube yilowo nalowo kumakhelwane wakhe, njengoba okhokho babo balikhohlwa igama lami ngenxa kaBhali na? Gade chapit la |