UJeremiya 23:12 - Contemporary Zulu Bible 202412 Ngalokho indlela yabo kubo iyakuba njengezindlela ezibushelelezi ebumnyameni; bayakuxoshwa, bawele kuwo; ngoba ngiyobehlisela inhlekelele, unyaka wokuhanjelwa kwabo,” kusho uJehova. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE12 “Ngalokho indlela yabo iyakuba yizindawo ezibushelelezi; bayakusunduzwa ebumnyameni, bawe kubo, ngokuba ngiyakubehlisela okubi ngomnyaka wokuhanjelwa kwabo,” usho uJehova. Gade chapit laIsiZulu 202012 “Ngakho-ke indlela yabo iyakuba bushelelezi kubo; bayakududulelwa ebumnyameni, bawe kubo; ngiyobehlisela inhlekelele ngonyaka engiyobajezisa ngawo,” kusho uSimakade. Gade chapit la |