Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJeremiya 22:29 - Contemporary Zulu Bible 2024

29 mhlaba, mhlaba, mhlaba, yizwa izwi likaJehova.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

29 Lizwe, lizwe, lizwe, yizwa izwi likaJehova.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

29 Wena lizwe, lizwe, lizwe, yizwa izwi likaSimakade!

Gade chapit la Kopi




UJeremiya 22:29
9 Referans Kwoze  

Yizwani nina mazulu, ngikhulume; futhi yizwa, mhlaba, amazwi omlomo wami.


Lalelani, zizwe zonke; lalela, mhlaba nakho konke okukuwo, iNkosi uJehova mayibe ngufakazi ngani, iNkosi isethempelini layo elingcwele.


Zwana, mhlaba, bheka, ngehlisela okubi phezu kwalaba bantu, yebo, isithelo semicabango yabo, ngokuba abawalalelanga amazwi ami nomthetho wami, kepha bawulahla.


Sondelani nina zizwe, nizwe; nilalele nina zizwe! umhlaba mawuzwe nakho konke okukuwo; umhlaba nakho konke okuvela kuwo.


Manje zibhaleleni lelihubo, nibafundise abantwana bakwa-Israyeli; ulibeke emlonyeni wabo, ukuze lelihubo libe ngufakazi wami kubantwana bakwa-Israyeli.


Ngifakaza kini namuhla izulu nomhlaba ukuthi niyakubhubha masinyane ezweni eniwela iJordani ukuya kulo ukulidla; aniyikuzandisa izinsuku zenu kulo, kepha niyakushaywa ngesiqalekiso.


Wathi kimi: “Profetha ngalawa mathambo, uthi kuwo: ‘O mathambo omileyo, yizwani izwi likaJehova.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite