Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJeremiya 22:12 - Contemporary Zulu Bible 2024

12 Kodwa uyofela endaweni abamthumbe kuyo njengesiboshwa, futhi ngeke aphinde alibone leli zwe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 kepha uyakufela kuleyo ndawo lapho bemthumbele khona; naleli zwe kasayikulibona.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

12 kodwa uyofela kuleyo ndawo abamthumbele kuyo; akasayukubuye futhi alibone leli lizwe.”

Gade chapit la Kopi




UJeremiya 22:12
6 Referans Kwoze  

UFaro Nego wabeka u-Eliyakimi, indodana kaJosiya, inkosi esikhundleni sikaJosiya uyise, waliguqula igama lakhe laba nguJoyakimi, wamsusa uJowahasi; wafika eGibithe, wafela khona.


Ngalokho usho kanje uJehova ngoJehoyakimi indodana kaJosiya, inkosi yakwaJuda, uthi: Bangaze bamkhalele bathi: Hawu, mfowethu! noma, O dadewethu! bangase bangabubuli ngaye bathi: “Awu, nkosi! noma: O inkazimulo yakhe!


Niyakubhubha phakathi kwezizwe, izwe lezitha zenu linidle.


Ezinsukwini zakhe uFaro Nego, inkosi yaseGibithe, wenyukela enkosini yase-Asiriya ngasemfuleni u-Ewufrathe, inkosi uJosiya yakhuphuka ukulwa nayo; wambulala eMegido lapho embona.


Kodwa ezweni abafuna ukubuyela kulo, ngeke babuyele khona.


Ngokuba usho kanje uJehova Sebawoti, uNkulunkulu ka-Israyeli, uthi: Njengalokho intukuthelo yami nokufutheka kwami kuthululiwe phezu kwabakhileyo eJerusalema; kanjalo ulaka lwami luyakuthululwa phezu kwenu, lapho ningena eGibithe; niyakuba yisihlamba, nesimangaliso, nesiqalekiso, nesihlamba; futhi ngeke usayibona le ndawo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite