Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJeremiya 20:13 - Contemporary Zulu Bible 2024

13 Hlabelelani eNkosini, lidumise i Nkosi, ngoba isindise umphefumulo wohluphekayo esandleni sabenzi bokubi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Hlabelelani kuJehova, nimdumise uJehova, ngokuba wophula umphefumulo wompofu esandleni sababi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

13 Hlabelelani kuSimakade, mdumiseni uSimakade, ngokuba uwuhlengile umphefumulo wompofu esandleni sababi.

Gade chapit la Kopi




UJeremiya 20:13
9 Referans Kwoze  

Ngokuba wawuyinqaba kompofu, inqaba kompofu ekuhluphekeni kwakhe, isiphephelo esivunguvungwini, umthunzi ekushiseni, lapho ukuphefumula kwabanamandla kufana nesiphepho odongeni.


Ngokuba uJehova uyabalalela abampofu, akazideleli iziboshwa zakhe.


Izakwahlulela abampofu babantu, isindise abantwana abampofu, ichoboze umcindezeli.


Lo muntu ompofu wakhala, uJehova wamuzwa, wamkhulula kuzo zonke izinhlupheko zakhe.


Ngiyakukusindisa esandleni sababi, ngikukhulule esandleni sabanamandla.


Ngokuba usho kanje uJehova, uthi: “Hlabelelani ngoJakobe, nithabe phakathi kwezinduna zezizwe; memezelani, nidumise, nithi: Jehova, sindisa abantu bakho, insali yakwa-Israyeli!


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite