Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJeremiya 2:5 - Contemporary Zulu Bible 2024

5 Usho kanje uJehova, uthi: “Buni ububi oyihlo ababufumana kimi, baze basuka kude nami, balandela okuyize, baba yize, na?

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Usho kanje uJehova, uthi: “Ububi buni oyihlo ababufumene kimi, baze badeda kude nami, balandela okuyize, baba yize, na?

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

5 Usho kanje uSimakade, uthi: “Bubi buni oyihlo ababufumana kimi, ukuba baze badede babe kude nami, balandele okuyize, baphenduke ize nabo na?

Gade chapit la Kopi




UJeremiya 2:5
24 Referans Kwoze  

Bazenqaba izimiso zakhe nesivumelwano sakhe asenza nawoyise nobufakazi bakhe abufakaza ngabo; balandela okuyize, baba yize, balandela izizwe ezazibazungeza, uJehova abayala ngazo ukuba bangenzi njengalokho abakwenzayo.


Ngokuba sebemazi uNkulunkulu, kabamdumisanga njengoNkulunkulu, kababonganga; kodwa baba yize emicabangweni yabo, nenhliziyo yabo ewubuwula yaba mnyama.


Ababona okuyize zamanga bashiya umusa wabo.


Abazenzayo bafana nazo; banjalo bonke abathembela kuzo.


Abenza izithombe ezibaziweyo bayize; nezinto zabo ezimnandi ngeke zisize; futhi bangofakazi babo; ababoni futhi abazi; ukuze babe lenhloni.


Njalo lingaphambuki; ngoba ziyize.


Bangivusela umhawu ngokungesiye uNkulunkulu; bangiklolodele ngezinto zabo eziyize, futhi ngiyobenza babe nomhawu ngabangebona abantu; ngizabagcona ngesizwe esingelangqondo.


Athi: “Madoda, nenzelani lokho na? Lathi singabantu abanemizwa efana leyenu, sitshumayela kini ukuthi liphenduke kulezize liphenduke kuNkulunkulu ophilayo, owenza izulu lomhlaba lolwandle lakho konke okukukho.


O sizukulwane, bonani izwi likaJehova. Ngangiyihlane ku-Israyeli na? izwe lobumnyama? Ngalokho abantu bami bathi: “Singamakhosi; asisayikuza kini na?


Lababantu basondela kimi ngomlomo wabo, bangidumisa ngezindebe zabo; kepha inhliziyo yabo ikude nami.


Ndodana yomuntu, abafowenu, yebo, abafowenu, amadoda omndeni wakho, nayo yonke indlu yakwa-Israyeli yonke, yibona abakhileyo eJerusalema abasho kubo ukuthi: “Sukani kuJehova, nize kithi kuleli zwe. Linikiwe libe yifa lakhe.


Ukhona yini phakathi kwezithixo eziyize zabezizwe onganisa imvula na? noma izulu linganisa imvula na? Akuwena, Jehova Nkulunkulu wethu? ngalokho siyakulindela wena, ngokuba nguwena owenza zonke lezi zinto.


Wabatshala, yebo, banezimpande; bayakhula, yebo, bathele izithelo; Useduze emlonyeni wabo futhi ukude nezinso zabo.


Kepha bayiziphukuphuku neziwula; imfuyo iyimfundiso eyize.


Ngalokho uJehova wathi: “Ngokuba laba bantu basondela kimi ngomlomo wabo, bangidumisa ngezindebe zomlomo wabo, kepha inhliziyo yabo ikude nami, nokungesaba kwabo kufundiswa ngomyalo wabantu.


Ngilaleleni nina eninesibindi, enikude nokulunga.


Yizwani izwi likaJehova nina ndlu kaJakobe, zizukulwane zonke zendlu ka-Israyeli.


Bhekani izwi lokukhala kwendodakazi yabantu bami phezu kwabakhileyo ezweni elikude, lithi: “Akakho uJehova eSiyoni na? Inkosi yayo ayikho kuye na? Bangiklolodelani ngezithombe zabo ezibaziweyo nangezithombe eziyize ezingaziwa na?


ukuze ngifake indlu ka-Israyeli enhliziyweni yayo, ngokuba bonke behlukanisiwe nami ngezithombe zabo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite