Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJeremiya 17:5 - Contemporary Zulu Bible 2024

5 Usho kanje uJehova, uthi: “Uqalekisiwe umuntu othemba kumuntu, enze inyama ibe yingalo yakhe, onhliziyo yakhe ifulathele uJehova.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Usho kanje uJehova, uthi: “Uqalekisiwe umuntu othemba kubantu, ayenze inyama ibe yingalo yakhe, nonhliziyo yakhe isuka kuJehova.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

5 Usho kanje uSimakade, uthi: “Uqalekisiwe umuntu othembela kubantu, owenza izikhwepha zakhe zibe yisihlangu sakhe, nonhliziyo yakhe isukile kuSimakade.

Gade chapit la Kopi




UJeremiya 17:5
16 Referans Kwoze  

Yekani kumuntu omoya wakhe usemakhaleni akhe, ngokuba uyakubalwa ngani na?


Okunaye ingalo yenyama; kodwa okunathi uJehova unguNkulunkulu wethu ukuba asisize, alwe izimpi zethu. Abantu bema emazwini kaHezekiya inkosi yakwaJuda.


Bheka, wethemba udondolo lwalo mhlanga owaphukileyo eGibithe; okuthi uma umuntu encika kulo, lungene esandleni sakhe, lusihlabe; unjalo uFaro, inkosi yaseGibithe, nabo bonke abamethembayo.


Ngempela, abantu abaphansi bayize, nabantu abaphakeme bangamanga;


Ngokuba ngizigcinile izindlela zikaJehova, angisukanga kuNkulunkulu wami ngobubi.


Abaphunyukileyo kini bayakungikhumbula phakathi kwezizwe abayothunjelwa kuzo, ngokuba ngiphukile izinhliziyo zabo eziyisifebe ezingishiyileyo namehlo abo aphinga nezithombe zabo; banengwe ngenxa yobubi ababenzile kuzo zonke izinengiso zabo.


Ukuqala kwezwi likaJehova ngoHoseya. UJehova wathi kuHoseya: “Hamba uzithathele isifebe nabantwana besifebe, ngokuba izwe lifebe kakhulu ngokusuka kuJehova.


Yebo, iqiniso liyahluleka; obuya ebubini uba yimpango yakhe.


U-Asa wagula ezinyaweni zakhe ngomnyaka wamashumi amathathu nesishiyagalolunye wokubusa kwakhe, isifo sakhe saba sikhulu kakhulu; kepha ekuguleni kwakhe akafunanga uJehova, kepha izinyanga.


Bayakuba namahloni, babe namahloni ngeKushe ababelilindele, nangeGibithe inkazimulo yabo.


uthi kubo: ‘Usho kanje uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli; Uqalekisiwe umuntu ongawalaleli amazwi alesi sivumelwano.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite