Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJeremiya 16:2 - Contemporary Zulu Bible 2024

2 Ungazithatheli umfazi, futhi ungabi namadodana namadodakazi kule ndawo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 “Awuyikuzithathela umfazi, ungabi namadodana namadodakazi kule ndawo.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

2 “Ungazithatheli umfazi, ungazali madodana namadodakazi kule ndawo.”

Gade chapit la Kopi




UJeremiya 16:2
9 Referans Kwoze  

Ngokuba bhekani, ziyeza izinsuku abayakusho ngazo ukuthi: ‘Zibusisiwe izinyumba, nezizalo ezingazalanga, namabele angamunyisanga.


Kodwa maye kwabakhulelweyo nabancelisayo ngalezo zinsuku! ngokuba kuyakuba-khona ukuhlupheka okukhulu ezweni nolaka phezu kwalaba bantu.


ULoti wasephuma, wakhuluma kubakhwenyana bakhe ababethethe amadodakazi akhe, wathi: Sukani, lisuke kulindawo; ngoba iNkosi izawuchitha lumuzi. Kodwa wayebukeka njengomuntu ogcona abakhwenyana bakhe.


Maye kwabakhulelweyo nakwabancelisayo ngalezo zinsuku!


Izwi likaJehova lafika kimi, lathi:


Ngokuba usho kanje uJehova ngamadodana, nangamadodakazi azalelwa kule ndawo, nangonina abawazalayo, nangoyise abawazalayo kuleli zwe, uthi:


Thathani abafazi, nizale amadodana namadodakazi; nithathele amadodana enu abafazi, ninike amadodakazi enu amadoda, azale amadodana namadodakazi; ukuze nande khona, ninganciphi.


Wabiza izesaba zami nxazonke njengosuku lomkhosi, kwaze kwathi ngosuku lolaka lukaJehova akubangakho owaphunyukayo noma owasalayo;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite