UJeremiya 16:15 - Contemporary Zulu Bible 202415 Kodwa kuphila kukaJehova owabakhuphula abantwana bakwa-Israyeli ezweni lasenyakatho nakuwo wonke amazwe eyayibaxoshele kuwo; ngizababuyisela elizweni labo engalinika oyise. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE15 kepha: ‘Kuphila kukaJehova owabakhuphula abantwana bakwa-Israyeli ezweni lasenyakatho nasemazweni onke lapho ebebaxoshele khona;’ kepha ngiyakubabuyisela ezweni lakubo engalinika oyise. Gade chapit laIsiZulu 202015 kodwa sekuyothiwa: ‘Ngifunga ngiyagomela phambi kukaSimakade owabakhuphula abakwa-Israyeli enyakatho nasemazweni wonke lapho ayebaxoshele khona;’ ngiyakubabuyisela ezweni lakubo, engalinika okhokho babo. Gade chapit la |