Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJeremiya 13:15 - Contemporary Zulu Bible 2024

15 Lalelani nilalele; ningazikhukhumezi, ngokuba uJehova ukhulumile.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Zwanini, nibeke indlebe; ningaziqhenyi, ngokuba uJehova ukhulumile.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

15 Yizwani, nibeke indlebe, ningaziqhenyi, ngokuba uSimakade ukhulumile.

Gade chapit la Kopi




UJeremiya 13:15
11 Referans Kwoze  

Onendlebe makezwe lokho akushoyo uMoya emabandleni.


Zithobeni phambi kweNkosi, njalo izaliphakamisa.


UJehova wangithatha ngisalandela umhlambi, futhi uJehova wathi kimi: ‘Hamba uprofethe kubantu bami u-Israyeli.


Yizwani lokhu nina maxhegu, nilalele nina nonke enakhileyo ezweni. Kwakukhona emihleni yenu nasemihleni yawoyihlo na?


Kodwa niyazi ngokuqinisekile ukuthi uma ningibulala, ngokuqinisekile niyoletha igazi elingenacala phezu kwenu naphezu kwalo muzi naphezu kwabakhileyo kuwo; ngoba isibili iNkosi ingithumile kini ukukhuluma wonke lamazwi ezindlebeni zakho.


Ngubani kini oyakulalela lokhu na? ngubani oyakulalela, ezwe esikhathini esizayo na?


Bonke abazidlayo ngenhliziyo bayisinengiso kuJehova;


Usho kanje uJehova, uthi: “Kanjalo ngiyakuqeda ukuzidla kukaJuda nokuziqhenya okukhulu kweJerusalema.


Yizwani, mazulu, uzwe, wena mhlaba, ngokuba uJehova ukhulumile, wathi: “Ngondlile ngakhulisa abantwana, kodwa bangihlubukile.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite