Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJeremiya 11:3 - Contemporary Zulu Bible 2024

3 uthi kubo: ‘Usho kanje uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli; Uqalekisiwe umuntu ongawalaleli amazwi alesi sivumelwano.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 uthi kubo: Usho kanje uJehova, uNkulunkulu ka-Israyeli: ‘Makaqalekiswe umuntu ongezwa amazwi alesi sivumelwano,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

3 uyothi kubo usho kanje uSimakade uNkulunkulu ka-Israyeli, uthi: ‘Uqalekisiwe umuntu ongawalaleli amazwi alesi sivumelwano,

Gade chapit la Kopi




UJeremiya 11:3
8 Referans Kwoze  

Uqalekisiwe ongawaqinisekisi onke amazwi alo mthetho ukuba awenze. Futhi bonke abantu kumelwe bathi: Amen!


Usho kanje uJehova, uthi: “Uqalekisiwe umuntu othemba kumuntu, enze inyama ibe yingalo yakhe, onhliziyo yakhe ifulathele uJehova.


Bazakuthi: Kungokuba basishiya isivumelwano sikaJehova uNkulunkulu wabo, bakhonza abanye onkulunkulu, babakhonza.


Uqalekisiwe owenza umsebenzi kaJehova ngenkohliso, futhi uqalekisiwe ogodla inkemba yakhe egazini.


Kungenjengesivumelwano engasenza laboyise mhla ngibabamba ngesandla ngibakhupha elizweni leGibhithe; ukuthi basephulile isivumelwano sami, nakuba ngangingumuntu kubo,” usho uJehova.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite