Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJeremiya 11:2 - Contemporary Zulu Bible 2024

2 Zwanini amazwi alesi sivumelwano, nikhulume kubantu bakwaJuda nakubakhileyo eJerusalema;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 “Zwanini amazwi alesi sivumelwano, nikhulume kubantu bakwaJuda nakwabakhileyo eJerusalema,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

2 “Zwanini amazwi alesi sivumelwano, niwatshele bonke abantu bakwaJuda nezakhamuzi zaseJerusalema,

Gade chapit la Kopi




UJeremiya 11:2
9 Referans Kwoze  

INkosi yasisithi kimi: Memeza wonke lamazwi emizini yakoJuda lezitaladeni zeJerusalema uthi: Zwanini amazwi alesisivumelwano, liwenze.


Uma manje nilalela ngempela izwi lami futhi nigcina isivumelwano sami, niyoba ingcebo yempahla yami ngaphezu kwabantu bonke, ngoba umhlaba wonke ungowami.


Inkosi yema endaweni yayo, yenza isivumelwano phambi kukaJehova sokulandela uJehova nokugcina imiyalo yakhe nobufakazi bakhe nezimiso zakhe ngayo yonke inhliziyo yayo nangawo wonke umphefumulo wayo emazwini esivumelwano alotshwe kule ncwadi.


Manje sekusenhliziyweni yami ukwenza isivumelwano noJehova uNkulunkulu ka-Israyeli ukuze ulaka lwakhe lusuke kithi.


UJehoyada wenza isivumelwano phakathi kwakhe nabo bonke abantu naphakathi kwenkosi ukuthi bayoba abantu bakaJehova.


UJehoyada wenza isivumelwano phakathi kukaJehova nenkosi nabantu ukuba babe ngabantu bakaJehova; naphakathi kwenkosi nabantu.


Izwi elafika kuJeremiya livela kuJehova, lathi:


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite