Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJeremiya 10:24 - Contemporary Zulu Bible 2024

24 Ngiqondise, Jehova, kepha ngokwahlulela; kungabi ngentukuthelo yakho, funa ungibhubhise.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 Ngilaye, Jehova, kepha ngokwahlulela, kungabi ngentukuthelo yakho, funa ungenze into engelutho.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

24 Simakade, ngiqondise ngobulungiswa, kungabi ngentukuthelo yakho, funa ungiphendule into engelutho.

Gade chapit la Kopi




UJeremiya 10:24
10 Referans Kwoze  

Ihubo likaDavide, isikhumbuzo. Jehova, ungangikhuzi ngentukuthelo yakho, ungangijezisi ngolaka lwakho.


Kumholi wokuhlabelela ngeNeginot ngeSeminiti, iHubo likaDavide. Jehova, ungangikhuzi ngentukuthelo yakho, ungangijezisi ngolaka lwakho.


Ngokuba nginawe,” usho uJehova, “ukuba ngikukhulule; noma ngiqeda zonke izizwe engikuhlakazele kuzo, nokho angiyikukuqeda; kodwa ngizokukhuza ngokulinganisa futhi ngingakushiyi ungajeziswa ngokuphelele.


Ichitha izikhulu; Ubenza ize abahluleli bomhlaba.


Izindlela zabo ziphambukile; baba yize, babhubhe.


Jehova, ngizwile izwi lakho, ngesaba; Jehova, mawuphile umsebenzi wakho phakathi kweminyaka, wazise phakathi kweminyaka; olakeni khumbula umusa.


Ungesabi, nceku yami Jakobe, usho uJehova, ngokuba nginawe; ngokuba ngiyakuqeda zonke izizwe engikuxoshele kuzo; kepha angiyikuniqeda, kepha ngiyakunikhuza ngokulinganisa; kodwa kangiyikukuyekela ungajeziswanga ngokupheleleyo.


Yiba nomusa kimi, Jehova; ngoba ngibuthakathaka. Jehova, ngiphilise; ngoba amathambo ami aphukile.


Isinkwa sikakolweni siyachotshozwa; ngoba kasoze ayibhula, kasoze ayiphule ngesondo lenqola yakhe, kumbe ayichoboze ngabagadi bamabhiza bayo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite